ISOKA LAMI😊 P38

FInTech
0

 ISOKA LAMI😊 P38


"Impela mtanami futhi lokhu ngizozenzela mina uqobo Kusho umamthembu 
Usandile usezwile ukuthi umamthembu Lo nendodakazi yakhe sebephumile ngaphakathi Njengoba ecele ukuthi amaphoyisa agade untombenhle esbhendlela Njengoba ethe mefika umamthembu esbhedlela ethi uzoqedela untombenhle Lo wafica umthethwa egadile eceleni komnyango we wodi elilele untombenhle 


"Phoyisa ngingangena ngizobona untombenhle la Kusho umamthembu
"Cha Ngeke ukwazi ukungena la kuvumeleke abomndeni no boyfriend Kanye no mnganiwakhe kuphela ukuba bangena Kusho umthethwa
"Awu Mthethwa usho njalo ngampela noma uyadlala Kusho umamthembu ehleka kancane


"Ngiqinisile angidlali Ngeke ukwazi ukungena la Kusho umthethwa engahleki
"Kodwa nginguwe ngabe uyangingenisa kodwake mofuna ukuphelelwa umsebenzi kulungile Ngeke ungingenise Kusho umamthembu engasahleki 


"We mama awukwazi ukungisongela uyazi ukuthi meke ngakuvumela ukuthi ungene la ngingaphelelwa umsebenzi wami into obufuna ngikusize ngayo ngiyenzile lokho akuchazi ukuthi sabangani Wemama ukuthi Wena uyangisongela Hamba uyosho emaphoyiseni khona Nawe uzobolela ejele ngoba ungathola udilika jele Kusho umthethwa naye engasahleki 


"Kanti imali la Kumina akuyona inking we Mthethwa ngingakhipha isho elinye I million manje mokuth kanjani Kusho umamthembu
"Kanti cha Wemama angisayifuni into ehlangene Nawe futhi njengoba sengishilo nje asibona abangani mina Nawe usungangihambela ngoba vele Ngeke ungene la Kusho umthethwa engahleki engathi NSI Yonke into abayikhulumayo uyayizwa untombenhle yize angeke angeke aziphendulele njengoba elele engaka phaphami nje kodwa uzwa Yonke into 


"Hamba mama suka nje la Kusho umthethwa emdudula ukhumbule futhi ukuthi mina anginandaba nejele ukuthi Wena uyacula wazi futhi ukuthi Wena uyobolela khona ejele Kusho umthethwa 
"Mthethwa ngyakucela ngizokunika noma U2 million okungenani Kusho umamthembu


"Kushukuth awungizwa we mama ngithe angifuni I Mali yakho Kusho umthethwa asuke umamthembu ahambe ayophuma

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !