ISOKA LAMI😊 P17

FInTech
0

 ISOKA LAMI😊 P17



"📲Sandile ngicela usizo sengizame konke konke kodwa angilitholi usizo Kusho uzinhle etatazela
"📱Mana phela Zinhle khuluma Kahle angikuzwa mina Kusho Sandile


"📲 Okay Sandile ngiseskoleni kanje untombenhle uyagula ngi .besathi uyachaza uzinhle usandile wamngena emlomeni ngoba esezwe ela Ntombenhle ongaphilile


"📱Imake ngiyeza manje lapho eskoleni Zinhle Kusho usandile evala ifoni esukuma eyophuma ngomnyango eyengena emotweni elibangise eskoleni akuphelanga skhathi esngakanani wabe esetheleka khona eskoleni usandile afike acele ukubona uzinhle no Ntombenhle nangampela ayiswe la kukhona khona uzihle no Ntombenhle


"Zinhle uphi untombenhle kubuza u sandile ehufuzela
"Nangu Sandile ngicela simphuthumise esbhedlela bandla Kusho uzinhle ekhomba untombenhle
"Aybo unjani menjena mmmh lomuntu akadingi usbhedlela kodwa udinga umuntu wesintu kodwa ngicela uphinde uzame umawakhe ngoba ngeke ngivele ngimthathe umzali engazi Kusho usandile
"Ngicela ningisize ngiyasha ngiyafa ubuhlungu ubuso bami kukhala untombenhle elele phansi
Uzinhle aphinde azame umaka Ntombenhle ngenhlanhla ingene ifoni yakhe ayibambe
"📱 Umazondi okhulumayo hallo


"📲mAh ukhuluma no Zinhle umngani ka Ntombenhle ngike ngazama ukukfonela kodwa ngangakuthola ngithi angikwazise ukuth untombenhle akaphilile uyagula so sicele usizo komunye umngani wethu uthi ucela ukumyisa kumuntu wesintu ngoba lento ibukeka ingamding udokotela ntambama sokuchazela Kahle ma bengicela umvumo yakho nje kuchaza uzinhle owayesekhala mi izinyembezi mebona umnganakhe ebhuquza phansi ekhala
"📱Noma Yini mtanami ngyabonga ngokungazisa siyobonana ntambama kodwa ngo enhle wami kubalisa umazondi ekhala 


 "📲Sicela indlela mAh sokhuluma ntambama syabonga Kusho uzinhle evalaifoni njengoba bebamba untombenhle beyomfaka emotweni nje Beno sandile othisha belokhu bebambe imilomo bebabaza bebalisa ngo Ntombenhle ozilungele bandla aphasayo isho la eskoleni bahambe Baze bafika e nkandla kwela sandile enyangeni

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !