ISOKA LAMI 😊 P51

FInTech
0

 ISOKA LAMI 😊 P51


"Angithi ingalhoke ngifuna ukuyilungisa Yonke lento Ntombenhle njengoba Nawe usho nje ukuthi Yonke lento yaqala mhla kufika mina ngifuna ukuyiqeda futh njengoba ngayiqala nje and umawakho uhlezi enawe njalo sthandwa Sami Laba bazojeza kabuhlungu Kusho usandile amehlo egcwele intukuthelo uma ezwa untombenhle ekhuluma ngalendlela bahamba baze bafika ebukhosini usandile wakhuleka ebe engena elandelwa untombenhle ngemuva
"Gatsheni Zingelwayo Boya benyathi niyaphila kodwa baba Nawe mama kubingelela usindi Phela kuyahlonishwa ebukhosini


"Zingelwayo unjn kodwa ndodana kubuza undlovu
"Eyyyy baba kuya le nale njengoba nibona nje ngingahambi ngedwa ngihamba nayo intokazi igama layo ngu ntombenhle Zondi isibongo Kusho usandile ngenkulu inhlonipho


"Sanibona mama nawu baba kubingelela untombenhle exhawula ngenkulu inhlonipho naye 


"Ehhh baba nawe ma njengoba ngila ingoba kunodaba ebengithanda ukuthi silukhulume mayelana naye

 untombenhle Lo Kusho usandile
"Ayyyy silalele ndodana kwenze njn ngoba cha lokhe nifikile intombi le iyakhala ngane usumituisele Yini mfana kubuza undlovu


"Cha lutho baba Hau Phela Kobe semgiphule umthetho walapha ekhaya mangingenza lokho ngaphandle

 kokushadelwa Kusho usandile njengoba ehlala Kahle nje ebeka udaba lonke kubazali bakhe njengoba lunjalo udaba lwa Ntombenhle bazwelana naye bandla 


"Mmmh ngane Yami ubukeka uhlonipha unesizotha nje kuyangithusa ukuthi uhlukumezeke kanje baba siyithini le kubuza umandlovu edabikile bandla


"Mmmh ayyyy inzima ngampela le kodwa kumele ilungiswe mina njengenkosi yalaph kuzomele ngihlangane nenkosi uNdabezitha wakhona ngale kaNongoma sithi uluxoxisana ngaloludaba kulungile untombenhle engahlala layikhaya njengoba ngisazolungisa loludaba lwakhe nje Kusho undlovu


"Ngyabonga ngiyabonga kakhulu mndeni wakwa Ndlovu ngibonge nakuwe nkosana ukube ubungekho ngabe ngiyisgqila sendoda endala nje impela socansi Kusho untombenhle ekhala esenaneslokozane impela

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !