😭💔 UMFUNDISI WEZIMANGA 💔😭 ISIQEPHU 20

FInTech
0

 ðŸ˜­ðŸ’” UMFUNDISI WEZIMANGA 💔😭
ISIQEPHU 20




AFTER A MONTH LATER


UMTHETHO NO MAZAKWE BABUYELA ESIBHEDLELA NJENGOBA BEBUZIWE UKUBA BEZOKWAZISWA NGENGANE YABO ESESIMENI ESIBI"
MTHETHWA
MMMH KWAZE KWANZIMA JEHOVA ingane isingaze ibe kanjena"


Doctor'"Uxolo isimo sengane yakho sibi kakhulu manje ngeke sikwazi ukukutshela ukuba kwenzenjani ngaye kodwa inhlamvu igaxelile phakathi kwakhe okunye uzithwele"
MAZAKWE'"Ngombophisa mina lo Senzo Noma kungathiwa kumele eboshiwe yena  uthimise ingane yami uyinikwa ubani?
MTHETHWA:"Umbophelani yena ngoba kuzoboshwa mina Kodwa elokumithisa inganw yami uzodela yena"


Mazakwe'*Nawe kumele ngikubophise ngoba ufake ingane yami encupheni
Mthethwa'"Ngenzeni? Mina
Ngoba ilenja ewu Senzo owawulala nayo ngingalijika mina icala lidle wena Uma ungithatha kancane mfazi"
Mazakwe''*Ngeke ukwenze lokho Kimi ingane yami iyona yodwa intombazane kodwaa wena uyayibulala Mthethwa uyinja yendoda"
Mthethwa''"Iphutha lanoma ubani Nkosikazi nami ngibuhlungu ngalento kuzomele ehlanye naye uSenzo njengomfazi wakhe"


Mazakwe'"Cha akekho umuntu ozohlanya Laba ngiyala mina ngoba uwena osuse lonke loluthuthuva ngamabomu ngabe akunjena"
MTHETHWA'"Thula mfazi asambeni siye ekhaya ungakholwa no Zimpi kumele ethole isupport ama results ayaphuma namhlanje
Mazakwe''"Kambe ngapha ngiyajabula ngapha ngiyakhala kwaze kwanzima ukuba imina nokuba umfazi ezweni kubuhlungu"
MTHETHWA:"konke Kuzohamba kahle put her on your prayer Uzolulama


Bahamba baze BAFIKAKE Ku Zimpi lapho ubalindele naye ukuzwa NGO Sisi wakhe
Zimpi:"Kwanconoke naboke Omama
Waya Kubona mama kwenzenjani useluleme Yini?
Mazakwe'"Kubi ngane yami akukho okuthembisayo ngaye
ZIMPI:"KWABUHLUNGU ukuzwa lokho kanti ubani owenze lento Lona eningafuni Ngaye aziwe"


MTHETHWA'"Phuma kulento ngane yami kuzomele unake ama results akho lawa aphumayo ebusuku


Zimpi:"Kulungile Baba Ngiyezwa nami ngisahamba ngizofona Uma esephumile 
MTHETHWA:'Kulungile uziphathe kahle lapho oya khona"
Zimpi:"Yebo
KWANDA
BABA BEFORE NGIHAMBE NGIYA LAPHO ESIZOHLANGANYELA KHONA NABANYE ESIKOLENI PLEASE NGISACELA UNGISA KUMAMA KWABAGULAYO"


Senzo:"Ngiyezwa ngane yami ngizokusa ngikufisela konke okuhle empilweni yakho
KWANDA:"Nami ngifisa kanjalo Baba ngoba umama enjena sengifisa kabi ukuba udokotela wenqondo ukuze ngimlaphe"
Senzo:'Ngiyajabula ukuzwa lokho Ndodana yiba isibonelp esihle kubazali bakho kanjalo naku Sisi wami uNolwazi
KWANDA:'Kunjalo Baba 


Bangene emontweni bahamba bebheke Ku Thando Nebala bamfica ebheke phansi ekhalaa wehlile nasemzimbeni wakhala Kwanda kodwa waziqinisa"
KWANDA'"Mama ngilapha ukuzokwazisa ukuba Uma ngiphasa ngizohamba ngofundela ukulapha wena umqondo wakho ngiyakuthenbiza uzophola..


Wayesehleka ubala wajabulela nokudla abamphathele khona wadla masinyane besekhona eqalaza 
Wakhala Kwanda no Senzo
Thando':"Ungakhali uyezwa ngizokushiyela ukudla mina ulambile?
Basukuma Bahamba bebheke emontweni bekhala NGO Thando' osephenduke iphara esikhaleni
KWANDA:"Kwaze kwanzima ngomama kodwa akukho okungadluli 


Senzo:"Kunjalo ngane yami ngizoba nawe kulolonke usizo ozobhekana nalo
KWANDA:"Ngiyabonga Baba Ngizocela ungishiye esikoleni ngonibona ekuseni
Senzo:"Okuhle kodwa Ndodana
Kwanda:"Ngiyabonga Baba


Wangena ngaphakathi kwase kugcwele kodwa Uma eqalaza akaziboni ezaka Dlamuka ingane Noma banqabile abazali bakhe wahlala phansi wabuka bendansa abanye phela bohlala Lana kuze kufike principal nepaper ne T.V ikhona kulaba abazobe bephase ngalengiso"
DLAMUKA
ZINGANE ZAMI KUNZIMA YAZI KUMANJE KUPHELE YONKE INTO LAYIKHAYA EWUKUDLA ngibuhlungu nami ngendlela exakile kodwa UNkulunkulu owaziyo ngempilo yethu"


MaGasa':"Kunjalo Baba batabami seniyahamba Niya esikoleni niziphathe kahle laphana nilinde ama results enu ngenhlonipho nothando siyezwana
Akhona'"Yebo mama siyathembisa
DLAMUKA:"Impilo yomuntu iza kanye ningabe nikhetha okuhle empilweni engingakusho nginifisela inhlanhla empilweni yenu nifunde nishade senikwazi ukuzimela empilweni yenu ningathembeli kubantu besilisa"
Thobeka:"kunjalo Baba

 Siyabonga......siyathembisa nomkhuluko enisifundise wona ukuba kuzokwenzeka konke esikufiseyo 
MaGasa''phumake nihambe kahle"
Bahamba bakithi bama emnyango babuka besithela


DLAMUKA:"Ungakhali nginalo ithemba ngabo  Nkosikazi
MaGasa':"Kunzima kumanje zihambe zingadlile ingane zami
DLAMUKA:"Bayakhula ngomqondo njengoba kwenzeka kanjena....awuzana phela noma Mazakwe' ekupheni okuncane nje
MaGasa':"NgizoAm Baba ngizobuya manje
Wahamba wafika khona wabuza ngengane yabo esesibhedlela"
MTHETHWA:",Uzohlekisa wena Lana ngoba nazi ezakho ziyaphila
MaGasa':"cha MFUNDISI bengibuza mina ukuba usenjani qha Ngilapha ukuzocela okuya ngasethunjini"


MTHETHWA:"Wazi lokho wena ukudla ukudla sinobuhlungu thina awuhambe lana ubanga isfece
MaGasa':"Ngiyacela bandla
Mazakwe':"Cha akukho wabiza izinja zakhe
Wabaleka bakithi MaGasa ebheke Kubo
MTHETHWA:"Hamba Lana Wena sihlupheki sendawo
ZIMPI
MMMH NGABE BAPHI KUNINi NGIBALINDILE LABA KWASONDELA KWANDA KUYENA
Kwanda:"Yey bafo baphi labantu kanti?
Zimpi:"Angazi nami mhlampe bazongena kungekudala
Kwanda:"Nami ngithemba  kanjalo
Zimpi:"wathini kuwe uThobeka Uyavumi Yini?
Kwanda:"Uthe angilinde kancane Uzosho namhlanje after results
ZIMPI:"All the best Mfowethu kuhle Uma kunjalo 


Kwanda'"Bengisa asbayise somewhere UKuze bedle ukudla bejabule nabo mase siyabuya uhamba ngemonto vele?
Zimpi:"Yah ngihamba ngayo nginqenile nokudlula kubona nabazali babo belana ngeke
Kwanda:"Bekufanele guesS what naboke
Babamba izinhliziyo zabo uZimpi no Kwanda Baya kubona
Akhona:"You are here njalo 
Wahaga uZimpi sthandwa Sami wabukeka udangele kwenzenjani?
ZIMPI:"Inhliziyo ivele yashaya ngamandla Uma ngibona ungena


Akhona:"Hau Ngiyaxolisa ukuzwa lokho kuwe
Kwanda:"Sawubona Thobeka today I am happy ukuzwa ekade ngangikufuna kuwena
Thobeka:"Khululeka jabula Bo sabhala into ekhona nje
Kwanda:"Ngizojabula Uma ungangipha hug ngingathokomala
Thobeka:"Kulungile wamhaga
Wajabula Kwanda Uma ebona kwenzeka lokho kuyena naye
Kwanda:"! Ngiyakuthanda mina Thobeka ngenhliziyo yami yonke Ungalinge ungidumaze please vele kuse early asambeni bafo sobuya NGO 11


Baphuma bahamba beyoshawa umoya wolwandle
KWANDA
MMMH CHA IMPILO INZIMA BENGINGAZI UKUTHI NGINGASE NGIHLALE NAWE KANJENA SIPHOLE"
THOBEKA:"Inhliziyo yami uyazi into eyifunayo
Kwanda:"Kodwa mina ngifuna wena nje
Thobeka:"Linda kancane uzokuthola okuhle noma okubi usenjani umama wakho?
Kwanda:"Wow thanks for asking my love umama kubi kodwake Uzolulama kungekudala
Thobeka:"Sengathi kungaba njalo bakithi kubuhlungu ukuhlala without umzali wesifazane 
Kwanda:"Kunjalo khona buka nje abasahleki Akhona no Zimpi thinake?
Thobeka:"phela bona bayathandana hhay thina 


Wahleka Kwanda Nami Ngingenza ukuba ungithande nje
Thobeka:"Kanjani kambe 
Kwanda:"Ngiyadlala kodwa uyangithanda wena inkinga uyasaba nje 
Washo edonsa isandla sakho wasiqabula washaya ismile Thobeka wabheka eceleni
Kwafika ukudla kwabo basondela no Akhona Bebo Zimpi etafuleni labo bezodla
ZIMPI
Wow Naze nafanelana Bo
Kwanda:"Nami ngithi Ngizosho njalo ngincengeleni kulentokazi ngijabule nami
Akhona:"Khululeka kuzolunga Sbali to be
Bahleka etafuleni kukhoba ama rubs ,buns,fried.grill onion and full chickeni phela badla eSpur
Thobeka:"hau lokukudla engangikubobna kuma T.V namhlanje kudliwa yimina
Akhona:"cha nami ngeke bakwethu senenze kakhulu kuthina ngizwa nginamahloni yazi
Zimpi:"Kanti Khululeka Uma ninathi nizohlezi Nijabula
Thobeka:"Yazi solokhu kusile umndeni wami Awukaze udle
Zakhala Zimbili ingane Zika Dlamuka baziduduza bakithi 
Zimpi:"uma siqeda Lana sithenga okwakho 
Akhona:"Thank you bbe wamhaga
uThobeka wasikaza  wayeka wahleka uKwanda
Kwanda:"do it Ungasabi 
Nebala wamgana naye bakhala bakithi bobabili qede basuka badla bephuzisana o drink KWAMNANDI kwanjeyana
Kwanda:"Kuma 6 pack Lana Awu 4 after 12 ziyakhala

Yebo Bo Bo bejabula badla bashutha bangena emontweni belibangise Kubo  Akhona yama ngaphandle imonto wangena ngaphakathi Zimpi Beno Kwanda babanika bajabulisa kwezingane bakithi bakhanyisa ugesi bavuka badla bashiyela ingane zabo"
AKHONA
MMH BATHENI BAKITH
BAJABULILE SHEIM ASAMBENI MANJE BANGENA ESIKOLENI NGAPHAKATHI WONKE UMUNTU WAYESENOVALO NGO KWASE KUSELE 10 MINUTE BEFORE 12
Akhona & Thobeka BAGUQA phansi bathandaza bakithi 
Kanti ukwanda no Zimpi babamba izandla zabo bazisondeza kubona njengoba becimezile
Washayau 00:00 bebhekile abizwa ama results endaweni ezihambe  phambili e KZN babizwa babizwa lapho sekuthi abazichamele
Uvalo lase luthe heqe kulezithandani
Kwanda:"Oh Nkosi yenza Musa wakho
T.V"Abanye abahamba phambi ngamalengiso naba:" Akhona Dlamuka,Kwanda Mbatha,Thobeka Dlamuka,And Zimpi Mthethwa


Kwachwaza isikole sonke kwangena no Principal wabo naMa results
Principal:"Kusasa niyahamba niya e East London nobawu 4 ngaze ngajabula bafundi bami Ngofika emakhaya enu ekuseni ukunisa airport"
Bavele bawa phansi Akhona no Thobeka baquleka
Iyaqhubeka please like comments and share

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !