Home ISIQEPHU 💔😠UMFUNDISI WEZIMANGA 💔😠ISIQEPHU 18 💔😠UMFUNDISI WEZIMANGA 💔😠ISIQEPHU 18 FInTech August 22, 2023 0 💔😠UMFUNDISI WEZIMANGA 💔ðŸ˜ISIQEPHU 18Zaphumake ingane zesikole zibheke emakhaya lapho ucikekile uAkhona ngalento Ka Zimpi akayenze eclassini lakhe"Thobeka'"Hhay Bo wahamba wandiza kwenzenjani ngempela?Akhona'"Ngicela usheshe Uma ufuna ukuhamba nami pleaseThobeka:"Bakwenzeni manje?Wamdonsa NGESANDLA wamahwaqa umlomo wawehlisa wawenyusa Akhona wamangala nje uThobeka ukuba Wenzani?Akhona'"Angiyeke asambeniThobe'*Khuluma nami mase ngiyaluyeka mina please Akhona'"Ubonile eclassini kwenzekeni phambi kwabantu Ngiyazi uyangisiza kodwa hhay ngalendlelaThobeka'"Wena ubungasuki ngani kuyena ngoba awumfuni phela Sibona ngoba be Inlove njeWahlekaAkhona'*Inlove my foot angimthandi mina eyanto eyenzekile mayingaphinde yenzekeThobeka "Wena wathi usaba ngoba nakhu ubukwe I class kodwa you loves him ryt?Akhona:"Cha Cha angimthandi Thobeka kwafika Zimpi wama emvakwakhe Wambamba ifiga ngemumva wathuka Akhona WAQALAZA sebehambile vele sekusele bona bodwa ngakubo"Zimpi'"Say it again washo ebeke ikhanda lakhe laqondana nelika Akhona wabamba ngezandla zombili eqoloWaphefumulela phezulu samuntu onephikaThobeka:"Shono phela ?Wahleka wazihambela wabashiya kanjaloZimpi'"Awungithandi Akhona uzongimisela ngenhliziyo wena Uma usho njalo"Wehla inyembezi Ku Zimpi zaqathakela Ku Akhona Waphenduka Akhona wamsulaAkhona'"Don't do that please Zimpi'"Wakhala nawe Yini Indaba pho?ngoba Awungithandi?Akhona:"Angifuni ukubona uphatheka kabi ngikhona please Wamhaga bagana bahlekaI love you besho Kanye Kanye Babuka emehlweni lapho useyam feeler Akhona wamdedela masinyane Kanti uZimpi ngeke esidedele isandla sakhe Zimpi:'"Ngeke ngikuzwise ubuhlungu mina ngeke ngiyeke ukukuthanda Akhona ngiyabonga namhlanje usukhiphe leligama elithi uyangithanda awuthandike umuntu oyodlala ngawe kodwa ngelinye ilanga uyokubona lokho.....Akhona'"Ngiyabonga nami ukuzwa lokho kuphuma kuwe ngicela silindaneke nalokho okwenzekile eclass akugcine please"Zimpi',Kuyezwakala sthandwa Sami manje awusho ifoni Uma Ngokupha bazothini kini ngayo?Akhona'"Angazi kodwa Uma soba namafoni kunconoke siqede iskole kungazwakala"Zimpi'"Vele kusele kancane manje sesiyaqeda ukubhala Akhona'"Kunjalo khona babamba ngesandla bebheke emakhaya bejabulile"MAZAKWEKWENZENJANI NGAWE NGEMPELA WE MTHETHWA UBULALA INGANE YAMI?Mthethwa'"bengishaya lenja mina ewu Senzo awuzwani ngeje ngenze into enjalo Ku Nonzunzo eyigazi Lami" MAZAKWE''"Ulibambe lingashoni mina nawe Siya kude ngikutshele ngeke ngidlale umxhiliba owuwena"Mthethwa"'ubani umxhiliba yimina?mfaziWasondela kuyena wamsakaza ngempela wabamba isihlathi uMazakwe sakudabuka"Mazakwe'"Ungishayelani vele awusho noma ubukisa ngami Mthethwa'"Ungalinge ungibize ngomxhiliba mina siyezwana Mazakwe''"Yebo Baba Phela uyazisabela induku bakithi ingane yabantuMthethwa'"Sukuma sobheke ingane esibhedlela ukuthi injani Wasukuma Mazakwe' bangene emontweni bebheke esibhedlela Mazakwe''"Uma kukhona okwenzekayo Ku Nonzunzo ngiyahamba mina kwakhoMthethwa'"Uma uke wahamba uzozisola ngikutshela wemfazi MAZAKWE''"Ukhona nje uMagasa wakho Kimi Uzobe ufunani awuhlukane nami phansi manje sengenele uwena Mthethwa'"Ngithe umsindo wena Musa ukuphendulana nami wena ungenza isilima sakho Mazakwe'"NgiyaxolisaBangene ngaphakathi babuza babalayela bakhala belunguza ngewindi lomnyangoMazakwe''"Ingane yami Jehova ngaze ngahlupheka Jehova wakhala wazama ukumthulisa uMthethwa kwaba zinhlanga zimuka nomoya ngoba wayelokhu ekhalile"DLAMUKAMmmh cha namhlanje ngizamile ngoba ngifakile ezindaweni eziningi mhlampe ngizobizwa kwazi BaniWafika kwakhe wamangala nje ukuthi namanje akabuyi Magasa kwenzenjani?Kwangene no Thobeka no Akhona bamangala nje nabo ukuba ubaba wabo ubani?Akhona:"Baba kwenzekeni ngaweDLAMUKA ''Zingane zami umama wena akekho uye laphana Ka Senzo asambeni siyeni khonaThobeka:"Cha baba asilindeni kancane ungathatheli izinto phezulu mhlampe kuthiwe akaqale phansi nje asebenze kwazi BaniAkhona"'Asilindeni I hour akajwayele ukubuya ngalo Uma esebenza BabaDLAMUKA:"Inhliziyo yami ayisho njalo yazi nami ngithukile ungibona nje angazi ukuba ngithini Kubani kodwa asilindeni nibhale kanjani namhlanje?Akhona:"Kahle kakhulu BabaDLAMUKA:"Kuhleke Uma kunjalo nizimisele ngoba ekugcineni sophakamiswa inina Noma sekungavumi kiniThobeka:"Kunjalo impela BabaKWANDATHANA NGIVULE ISANGO NAMI UKUZE UNGENE BABASenzo:"Hlala phakathi ngane yami ngizovula mina ungakhathazeki nakancane pleaseKWANDA:"Kulungile Baba Uma usho njalo nami sengiqala ukukhathazeka manje ngifuna ukubona u Nolwazi"Nebala walivula isango livukeka uNolwazi wagijima ebheke khonaNolwazi:"Baba Baba baba wawaphansi wambamba ubaba wakhe waya naye endlini wathelwa ngamanzi waphaphama wakhala kakhuluNgapha kungena uAkhona Dlamuka kanjalo no Thobeka phela kuthe kuphela ihour baqonda khona Ka Senzo bekhathazekile"DLAMUKA:"Magasa Magasa Senzo:*Kwenzenjani Baba uMagasa layikhaya azange afike nje....Nolwazi'"Baba umama uklinya Aunt gijimani?Wasukuma ngekhulu ijubane ebheke ekameleni Lika Thando'Senzo:"Wenzani wena umenzeni uMagasa?Wathinta isifuba awusekho umoya ophumayo Wathuka kakhulu kwangena no Dlamuka waqonda kumfazi wakhe Sthandwa Sami vuka vuka sthandwa zangene nezingane ngaphakathizakhala Senzo:"WAFONELA udokotela ukuba akafike kwakhe ngikukhulu ukushesha..Ngiyaxolisa Baba akasekho uMagasa emhlabeni awusekho umoya ophumayoDLAMUKA'",uyabona lomfazi wami uzobhadala kanti umhlakiseleni Lana engabe uya esibhedlela......kozoshuba Uma like kwenzeke into enjao kumfazi wami ngikutshele Angenziwa kanjena mina futhi awumthathi ngani eye ezihlanyeni"Senzo:"Ngizomhambisa Baba buka nje ulimaze nomfana wami emqaleni nami ngikhathazekike"Akhona:"Sifuna umama thina ngeke sifuna umama sizani sizani zakhala ingane zakhe zocamela esifubeni sakho Senzo naye wakhala kakhulu kodwa wazibambaBamhlikiza izandla nezinyawo lutho ukuphaphama uMagasaKwangena DokotelaWangene ngaphakathi wambekwa embhedeni wacela ukuba yedwa wamxilonga izinto eziningi wabiza umyeni wakhe bangene bonke bonke wabayekaDoctor'*Lomama uzojika Uma sibambisana nihlala Nani emkhulelweni NGIYATHEMBISADLAMUKA'"Sokwenza konke okushoyo sitsheke senzeni Doctor'"Baba isandla sakhe usiqinise kakhulu ngothando" Wasibamba wasiqaba uDlamukaWathatha ama Ayina udokotela wambeka wona esifubeni kwabili Wathula wamphinda futhi wagxugxuma wamphinda futhi okwesithathu wagxuma kakhulu waphaphama wakhala kakhulu MaGasa'"Ngiyeke ngiyeke Thando' Bajabula sakukhala bonke endlini ingane zakhe zaya kuyena embhedeni zacamela kuyenaDoctor'*Yoooh finally cishe wahamba lomama Uma kungenjalo"DLAMUKA'"Ngabe bengayini JehovaNayi imedicine yakhe kuzomele niyomthengelaSenzo:"Akunankinga ngicela ukuyithenga mina asambeni ngikhiphe ezinjena DLAMUKA'"Siyabonga okunye ngicela usise ekhaya?Senzo:"Kanti akunankinga ngingahlala until ngibuye namaphilisi akhe Wavumisa ikhanda Dlamuka bahlala eduze kwakheKWANDA:"Kukhona enikudingayo nginenzeleNolwazi:"Musa ukubuza abantu ngicela sehlise solungisa bosisi bavuma ngempela bahamba lapho uKwanda usebuka lentokoza ewu Thobeka"Benza ukudla Baze baqeda bahambisele uMagasa no Dlamuka babuya ekitchen benza okwabo BAXOXAKWANDA:"cha nibahle Bo sisii ngike ngizwe ngani esikoleni kusho khona ke ukuba nifunda phezulu thina singenzansi plus asivumelekile ukuze kini" Akhona:"Vele niyahlupha phansi Kufanele bengavumi nakancaneBahleka bonke kwangena uSenzo wababuka bonke bajabula bakithi ebona ingane zihappy kanjena wahleka bakithi naye wathambisa amaphilisi Ka Magasa"After 3 weeks laterIyaqhubeka please like comments and share Tags ISIQEPHU Facebook Twitter Whatsapp Newer Older