Home ISIQEPHU ISOKA LAMI😊 P12 ISOKA LAMI😊 P12 FInTech August 22, 2023 0 ISOKA LAMI😊 P12ahambe usandile afike endlini aziphose embhedeni ecabanga untombenhle athathe ifoni athi ungena Ku WhatsApp afice azithombe ezisendwe ubuhle efake iphenti kodwa wazibuka usandile uthe esazibuka nje kwangena umyalezo khona la Ku WhatsApp"Ucabangani njengoba ubuka lozozithombe nje kubuza ubuhle efaka nezinhliziyo ezibomvu"Ngicabanga untombenhle kuphendula usandile qede amublokhe kuyoyonke indawo ubuhle wabeka ifoni yakhe Umaka Ntombenhle ubuya etohweni Lakhe njengoba efica untombenhle esephaka nje ukudla akuthengelwe usandile"Ntombi Yami unjn kubuza umama "Ngyaphila mAh ungahlala phansi sizodla Kusho untombenhle"Sidle ukuthathephi lokukudla mtanami kubuza umazondi"Ohhh sengikhohliwe mAh ukusho ngikunikwe umiss wami eskoleni ngokuth ubone ngiphakile ukudla kweskole kwakhona engishayisana naye kwachitheka ukudla ebengithi sokudla la ekhaya wabe eseyongithengela ngokuphuma kwesikole bengihamba naye nje kuchaza untombenhle"Ohhh syabonga ungibongele nakuloyo miss mtanami kusho umazond"Yebo mama ngizokwenza njalo Hau ma uphi ubaba angikaze ngimbone namhlanje yazi kubuza untombenhle "Mmmh eyyy mtanami ubaba wakho uhambile uthole umsebenzi eThekwini kusho umazond "Mmmh kushukuthi isimo sempilo sesoshintsha laykhaya plus umama umasbisi Lo osihlolayo uthe khona ubuhlalu okumele sibuthenge ba r300 njengoba kuzoyiwa emhlangeni nje next week kushukuthi ubaba uzongithengela Kusho untombenhle"Ayyyy asazi mtanami njengoba ubaba wakho enjena nje nakhona ubehamba engangitshelanga wangeyisa washiya angalazi wathi asisale nokuhlupheka kwethu la angiboni nje ukuth uzokuthengela leyonto kodwa somfonela simcele mengakuthengeli ngizopatanisa mina ngibone ngenza njn ngane Yami Kusho umazondi edla"Kazi ubaba uahintshwe Yini kangaka Kusho untombenhle edla naye Ubuhle uphatheke Kabi njengoba usandile emublokhe Yonke indawo le umawakhe aze abone ukuth umtanakhe akekho ryt"Buhle udliwa Yini Bo ngoba awusaxoxi isho ukuxoxa nje Phela Wena ukhuluma Kabi Tags ISIQEPHU Facebook Twitter Whatsapp Newer Older