💔😭 UMFUNDISI WEZIMANGA 💔😭 ISIQEPHU 17

FInTech
0

💔😭 UMFUNDISI WEZIMANGA 💔😭
ISIQEPHU 17



BAFIKAKE esikoleni bandla oThobeka wangene uthisha wafundisa bajabula nabo ngoba namhlanje ebenganao I drama as always"
Akhona"Namhlanje ebencomo uyabona kodwa Mngani wakhe?
Thobeka''"ngabe ukhuluma ngani vele ngoba angikamtsheli?


Akhona'"Ungalinge uphaphe njalo ngifuna ukubona ukuba uzolala nobani ekhaya?
Thobeka''"Ngizolala nawe nje ekameleni lethu
AKHONA'"Lakhelwa mina hhay wena wawungekho nasemhlabeni ngakhelwa"
Wasukuma Zimpi waya Kubona
ZIMPI'"IDrama zingane zaka Dlamuka eyani
Akhona:"Ilona osukela mina usisi wakhe omdala"
Thobeka''"Kufuneka engabe use varsity nje Uma umdala Sisi kahle Bo"
ZIMPI'"Hehhee cha Nina nibanga ukulamana yazi lento yenu ayikho anihlaleni phansi ngizolala phakathi kwenu"
Akhona'"Ngeke ke bakithi sesizoyeka ukuxabana
ZIMPI:"Ngithe phakathi nendawo wangene wahlala Thobeka walandela noZimpi wahlala wama nje eduze ne desk uAkhona esaba ukuthintana no Zimpi"
Wahlala Noma engasondeli Kubo wahlala ngesinqa esisodwa 
Wasondela kuye Zimpi Waze wawaphansi wawela kuyena uZimpi babukana ngehlo anothando'


Kwahlekwa eclassini lapho akekho osuka komunye phezulu komunye KUNALOKHO bayabukana
Kwashaya izandla babashutha kwanjeyana
Thobeka''"Nangu uthisha sukumani basukuma kodwa ihlaya alangaphela Waze washaya I desk uthisha bathuka abafunda behlesa ukuhleka"
DLAMUKA
NGISAHAMBA NGOMAKETHA STHANDWA SAMI MHLAMPE NGINGATHOLA OKUNCANE NJE KWAZI BANI?
MaGasa'"Uqinisile impela kumele kwenzeke kanjalo kade wahlala ekhaya kungenzeki lutho Uma ungathola ngingajabula nami Baba"
Dlamuka:"Kumele ungithandazise ukuze nami ngijabule nomndeni wami"
Magasa:"Kunjalo nami ngicabanga ukuya Ka Senzoh ukuze ngizwe kahle NGO Thando'"
Uma nje ungatholA nami ngingacela Ka Dlamuka sebebukisile ngami kwanele manje"
Dlamuka:"Ungasho njalo Mkami ngoba impilo inzima 


Magasa'"Sengikhathele baba kodwa mangingasho lutho sebesisizile bona Noma bebukisa ngathi"
Dlamuka'"Kunjalo impela kodwake ngisahamba usheshe ubuya Ngiyacela nami koshaya u3 sengibuyile 
Magasa'"Kulungile 
Bavala umnyango baphumisana ngesango
MTHETHWA
Wena ufuna ukudubula nami usangene wena mfana ekhanda lakho
Unjani kanti ulala nengane yami Ngobani Ungagcina lapho uphinde ulale no nomfazi wami wena awunginomi kahle ungikhanyisa ngobhaqa?
SENZO:"Ungakhulumi VaLa umlomo wami dubula nja ndini wathakatha Imali uhamba uzibiza ngomfundisi isangene lana
Mthethwa'"Wena eyami nawe ayikhapheli ngisazobona kahle wena 


Wayamshaya ngempama yesibhamu wanyanya Senzo naye waphindisela
SENZO'"Mina nawe zibambene Sobona oyegoba uphondo
Wadonsa trigger wadubula kuqala Mthethwa kwadubuleka Nonzunzo wawaphansi kwavuza igazi eliningi"
SENZO'"Nazoke buka manje usuzigwaze ngowakho ibambe ngakho MFUNDISI mbumbulu 
Mthethwa walahla phansi isibhamu wabamba Nonzunzo
My daughter please bamba umoya wena nja usazofa kanzima kabi eyami nawe ayikhapheli mfana wami Mazakwe' Mazakwe' Phuma nayi ingawb yethi ihamba"
SENZO:"Wathatha isibhamu sika Mthethwa nesakhe wasusa Mthethwa kuno Nonzunzo wambamba wasukuma naye"
.Yeka umuntu wami wena naye uyoze umhlanyise njengomfazi wami skhohlakali sendoda"


Mazakw''*Kwenzenjani ngengane yami Senzo wena skhohlakali sendoda uxova umndeni wami"
SENZO'"Salani Nina Lana zikhohlakali 
Mthethwa"Buyisa ingane yami wena Senzo Buyisa uyabona LENDODA yakho isilala nendodakazi yami nnawe futhi ulibambe lingashoni mfana wami mina nawe iyixe ichithane 
Udla mama edle ngane Habe Waze wangihlanyisa mfana ongenasimo
Wangena endlini WANTANTA indlu yonke walahla zonke izinto  phansi"
Wamgijimisa uNonzunzo wamfaka esibhedlela wadlulisela e threter ngoba isio sakhe sibucayi
Waya Ku Kwanda ukuze ehambe naye ekhaya vele uyaphuma namhlanje
KWANDA


NGIYABONGA BABA UKUZA LANA OE BESE NGIKHATHELE MINA ukudla kwalana okuncane nokubi
Senzo'"Ungasho njalo ngoba bakusizile  bonga lokho ngoba usululeme"
Kwanda':"Kunjalo Baba kode angeke phela Uma into iyimbi ngeke siye Lena nalena ngenxa yakho Unjani manje u Nolwazi ekhaya?
SENZO'"Uncono lokhu okungatheni kangako ngoba ukhumbule wena nje 
Kwanda''"Nami bese Ngimkhumbule kodwa sengiqedile asambeni baba
Baphuma beya emontweni bahamba bhekehe ekhaya Kubo
MAGASA
WANGENA ESANGWENI WAHLANGABEZWA NOLWAZI VELE ESKOLENI SABO BAYODLALA IBHOLA EPRIMARY YENA AKAYANGA"
NOLWAZI'"Mama Ufunani ngoba ubaba akekho kanti awusezi ngani layikhaya kunini wahamba? 
Magasa'wangixosha ubaba wakho yingakho ngihambile so ngicela ungivumele ukuze ngibone uMama wakho ngamshiya engekho kahle Lana usenjani yena?


NOLWAZI''"Eye aunt yazi kunzima Nakimi umama uyaklinyana nawe ungangeni kuyena okunye Akaze edle solokho kusile"
Magasa:"Ngeke uphi ngimbone Akukwazi uzoquleka Uma engadli 
Uqinisile MAMA bangene endlini bamqhaqha zonke izinto intambo wamhlalisa phansi 
Walanda ukudla uNolwazi ngekhulu ijubane  wasala waklinya uMagasa emqaleni uThando
Thando''"Wena mthakathi ufunani Lana waletha imali layikhaya ethakathiwe shono ubani okuthumile?
Waklinya waklinya wabhuquza phansi uMagasa bakithi ebezama ukuzisa kodwa zabuya ngaye manje"
NOLWAZI:"Mama Myeke Myeke  mama Myeke Ngiyacela bandla 


Thando''Ngifuna  kuphuma umphefumulo wakho lomama manje phambi kwakho ubuke ngeke yebe esindde njengi Kwanda
Lapho uMagasa usekhiphe nolimi ngaphandle uThando akazibekile phansi pho uzosizwa ubani uSnenzo eseno Nonzunzo ebhedlela"
Iyaqhubeka
Please like comments and share

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !