😭💔 UMFUNDISI WEZIMANGA 💔😭 ISIQEPHU 16

FInTech
0

 ðŸ˜­ðŸ’” UMFUNDISI WEZIMANGA 💔😭
ISIQEPHU 16



Wama nkosiyami uMazakwe sekufuna nokuphuma umchamo ngemilenze ngenxa yovalo akanalo"
Wabuka umyeni wakhe ngamehlo asabayo phela alifakwa kulendoda uyibuka nje ungakakhulumi nayo"
Mthethwa'"Wena mfazi Ulala no Senzo kanjalo Usangene wena ekhanda lakho ungenelwe Yini ngempela ubani isilima uwena Noma imina Khuluma?


MAZAKWE'"Ngiyaxolisa Baba kwaba usuku olulodea vo Nakhona wangithembisa ukuthi Uma ngingafuni uzongixosha"
Mthethwa' usuku olulodwa Lani kahle kahle uyisifebe wena mfazi""
MAZAKWE '' Hau Baba ungaze ungibize kanjalo Ngobani?baba
Mthethwa'"Ngoba vele unjalo aweneli wena kanti yini inkinga yakho kwanawe ngakuthola ungaseyo intombi sies wena"
MAZAKWE'"Ngiyaxolisa Baba ngeke elikhulu iphutha into endala leyo"
Mthethwa'"Thula mfazi Thula siwula somfazi angazi ngempela ngaganwa Yini kuwe ukuba ngahlala NGI single until kuze kufe Dlamuka ngithatha ithemba Lami hhay wena"
MAZAKWE'' Ngiyaxolisa Baba
Wamlandela lapho usehamba engathi unyathele emoyeni umthethwa Indaba yomfazi wakhe imile emqaleni ayehli qobo Noma kungangena ukudla ngeke kwehle qobo"
MAZAKWE''"Uxolo Baba ngilinde Musa ukungishiya kunjalo"
Mthethwa:"Waze wayisilima lomfazi angazi ngempela ukuba ngangilingwe Yini ngaye inkinga yento esangweni lwasekhanda sengikhalela inkomo zami"
NONZUNZO


MMH KUSEKUSENI NGELWESINE KUZOMELE NGAZISE UMAMA UKUBA NGIYAPHUMA NAMHLANJE NGABE UZITHINI UBABA?
NEBALA WAMFONELA WAYIBAMBA NGEZWI ELIKHALAYO MAZAKWE
MAZAKWE'"Sthandwa sami usuphumule I am coming to you
Nonzunzo'"Kulungile kodwa uthe ubaba ngalokho  mama?
MAZAKWE''"Akazi nakwazi ngane yami komele usheshe ukhethe Kuse early 
Nonzunzo'"Kukhethwani mama manje Musa ukudayisa ngami u Senzo uxolisa Akusekho okubi phakathi kwethu"
MAZAKWE''"Akakufuni ngane yami ngivele khona mina ngizizwele ngawami amadlebe"
Nonzunzo'"Mama please leave my man alone I still loves him so much"
MAZAKWE'"Pho Uma ekuthanda why engakulethi ayikuthandi ngane zwana ngami ngeke ngikudukise"
Nonzunzo'"Good bye mama ungabe useza ngizofonela yena Senzo engilande 
Habe nangu umama engilahlekisa ngothando olungaka


Wafika ke kwakhe wazilahla embhedeni uMazakwe ekhala phela Indoda yakhe seyiyazi ngaye yonke into"
Wangene umthethwa wamvusa ngesankahlu phezulu kombhede
Mthethwa'"Yewena mfazi Ulala kanjani no Senzo Mani shid
MAZAKWE':"Ngiyaxolisa Baba
Wathatha insilane yakhe wamshaya ngayo ekhanda wavala amehlo akhe ukuze engalimali"
MAZAKWE''"Uma uke wangilimaza uzobona wena Engani nawe uthanda uMagasa ekubeni ushade nami ?
Mthethwa:'Ngindoda mina wena uwumfazi thina sibizwa ngamasoka wena isfebe pho Mxm bamba Lana
MAZAKWE'"Ngiyaxolisa Baba ngixolele
Washaya Waze wadela wanaba wathi thwi phansi uMazakwe
Mthethwa'"Iphi ingane yakho yentombazane kunini yahamba Lana?
Mazakw'"Nami angazi ukuba uyephi Baba 
Mthethwa'"Lengane kushuthi isebafaneni Uzongifunda ingiqonde nayo ngoba ingijwayela kabi kuzomele ukhethwe ebandleni Lami Noma umfana Lona Thobani BA ryt  kubo"


MAZAKWE'"Yebo Baba
AKHONA
CHA NAMHLANJE SIVUKA KAMNANDI ngama corn flakes kunini ngagcina ngempela nakimi ngizwa ubuhlungu obuningi ngalento"
Thobeka'"Izingane esikoleni zihlezi zixoxa nganma cornflakes kodwa thina sazi umfudumezo"
Akhona'"kunjalo emhlabeni impilo ithanda osemsamo imbeke emnyango ithathe osemnyango imbeke emsamo"
Thobeka'"Kunjalo Mmmh kumele siqede sambeni manje 
Akhona'"Plus namhlanje kungene uthisha we Life sciences unesfece yooh"
Thobeka''"Ngizokuceba wena njalo hhay ngoba uyigwala wena"
Akhona'"Ngiyadlala njalo wena awucushwa phela Ngiyakwazi"
Basho baphuma bahamba bahambisana no Zimpi ejabula Uma ebabona 
Wajabula naye Uma embona no Akhona bedame behamba bebukana
SENZO'"Ufunani manje wena ngoba ngiyasho Ngise busy"


Nonzunzo'"Wakhuluma nami kabi kangaka kwenzenjani
SENZO:"Ngise busy Lana ngane yami ngicela isikhathi esincane
Nonzunzo'"Ngiphuma esibhedlela namhlanje ngicela ungilinde
SENZO'"Eish eish kodwa Kulungile Ngiyezwa I am coming"
Nonzunzo'"Ngiyabonga kodwa ukhulume nami kabi why?
SENZO'"Ngithe ngiyeza ngilinde lapho 
Wamangala nje uNonzunzo ukuba kwenzenjani ngaye
kodwa walinda akuphelanga nanesikhathi esingakanani wafikake 
Wangena e wardini lakhe ngaphakathi wambona wahleka bandla wanyanya ngenhliziyo Uma ecabanga into eyenzwe uMthethwa"
Nonzunzo'"hau ngiyabonga ukuthembeka kwakho
Senzo:"Kufanele ngize nje ngoba woniwe yimina kufanele ngikuthande"
Nonzunzo'"Mmmh Ngiyezwa
Bambamba isandla baphuma bangene emontweni Bahamba bebheke Kubo Ka Nonzunzo akekho nokhulumisa omunye
Ithe iqhamuka kanti nangu no Mthethwa ume egcekeni bazithela phambi kwakhe 
SENZO'"Yehla ngishiwe umfazi wami ekhaya ehlanya ngenxa kababa wakho
Nonzunzo"what kanti wenza Ini ngami ukhokha revenge awusho nje?
SENZO:"Cha wena ngiyakuthanda Awuhlangane nalokho"
Nonzunzo'"Kungileke Uma usho njalo usale kahle


Mthethwa'"Yewena mfana Usangene uthandana nengane yami zonke lezinsuku ikwakho woza Lana wakhipha isibhamu Mthethwa no Senzo wakhipha esakho bakhombana ngazo emehlweni"
Mthethwa'"Uzofa wena usangene ekhanda lakho 
Washo wasihlohla isibhamu kanjalo no Snoh wasihlohla bakhipha amehlo abomvu bobabili agcwele inzondo nokunyanya"
Uwafa wafa manje 
Iyaqhubeka please like comments and share

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !