💔😭 UMFUNDISI WEZIMANGA I 💔😭 ISIQEPHU 15

FInTech
0

 ðŸ’”😭 UMFUNDISI WEZIMANGA I 💔😭
ISIQEPHU 15



Wabhala ke Waze waqeda Kwanda ipaper lakhe balithatha u principal 
Principal "Awuzwa nga lutho NGO Nonzunzo mfana wami?
Kwanda:"Cha thisho mkhulu angikaze ngizwe luthi bandla ngabe ngiyasho Uma kukhona engikwaziyo"
Principal'"Kulungile kushuthi useseleke kanjalo ke vele iyona nhlobo eyehlisa percent lesikole Lena eyenza njena"
Kwanda'"Angazi bakithi ngaye kakhulu kodwa uMakhwelane bakhe waka Dlamuka
Principal:"Ngibuzole nakubona bathe abazi lutho so nami bese ngilahlela kuwena 


Kwanda':"Kwakubike ukuzwa lokho mhlampe uzoqhamuka during the week
Principal'"Kulungile ululame Kwanda please kumele ubuyelile esikoleni
Kwanda:'Kulungile ke kuzoba njalo vele angisenzwa inhlungu kakhulu"
Principal:speed recovery my Son
AKHONA
BAFIKA KUBO BEJABULE NABAZALI BABO BAJABULA KANYE NABO"
Thobeka'"Mama saze sajabula namhlanje for the first time empilweni yami kuba njena ngaze ngabhala KAMNANDI mama wami"
Magasa''"Siyabonga zingane zami Uma nibhala kahle Akusho Nina kusho ubuso benu"
Akhona:"Injabulo enamhlanje Ku Thobeka isihanbisana nokudla KAMNANDI mama?
Dlamuka'"Lomfana akubo kuhle Uma kungekho intombazane akayifunayo layikhaya ngoba enza kanjena"


Magasa'"Hau Baba ama 2k awakholelwa ilokho
Kuyadlalwa kuphela Indaba nje yokwenza njena ngeke belunge baba
Dlamuka"Asazi kusethekwini Lana MAma 
Thobeka'""hau Baba ngisayopheka ngiyabuya
Magasa'"Sekuphekiwe ngane yami ningaphaka
Akhona'"Kulungile mama 
Baphaka bahlala phansi badla Baze baphinda bakithi lapho uZimpi ubabuka ngewindi bejabula nakuye kwathi huuu Uma ebona no Akhona EVEZA izinyo kusuke sekuphelele nakuye"
SENZO
USUQEDILE njalo ukubhala kushuthi belilila ngane yami"
KWANDA:"Baba ubukuphi izolo kunini ufonelwa ungalibambi ucingo 
Senzo''"Ngichazile  nje pho kumele ngize ngithini kini No NOLWAZI ebengibuza into eyedwa
Ngiyekeni mina


Kwanda''"Ngiyaxolisa kodwa sengimdala umama ebengakaze adle solokhu kusile ngaze ngangenake ngamsiza wena ungekho NAKHOKE esengiklinya
SENZO'"Wenze kahle Ngiyaxolisa ngalokho kube iphutha elikhulu
Kwanda''"Kulungile kodwa makungaphindeku lokho uphi yena Nolwazi?
Senze'"Ngithe engasondeli kumama wakhe nje
Kwangene dokotela 
Doctor'"Uzophuma kusasa Mfowethu sesimuse Ku XLay ukubona kahle umqala wakhe 
Senzo'"Kulungile Siyabonga Usale kahle mfana wami
Kwanda'"Kulungile Baba please take care of uNolwazi
Senzo'"Ok Kulungile ululame ndodana
NONZUNZO
UNGIJWAYELA KABO LONA ENGAYENZA KANJANI LENTO KIMI
ESHO ETHATHA IFONI ECASUKILE
KANTI nomnqondo uyabuya ku ushiye ingane yabantu erestuarant what's if uyangibopha 
Wanwaya ikhanda wakhipha ifoni yakhe WAFONELA khona laphana wababa uza ukuba uhambe kanjani uNonzunzo laphana bathi usesibhedlela 


Wabamba ikhanda wahlala emabhetshini ngabe kwenzekeni ngangane yabantu"
Kusenjalo wabona nge call yakhe Nonzunzo Wajuluka 
Hello Usale kanjeni?
Nonzunzo'"Ngisale kanjani my foot wena  uthatha Ubuntombi bami qede uyabaleka ungishiya ngedwa ngizokubophisa uyezwa Yini
Senzo':"Ungalinge ungisongele wena Ngobani igama Lami ngoba awulazi?
Nonzunzo'"Uyislima wena igama lakho u Senzo  Ungalinge UNGENZE umuntu ongasile ekhanda lakho Usale kahle"
Senzo:"wowowo Ngiyezwa lakho ngzokuchazela konke ukuliphi room
Nonzunzo'"Asikho isidingo
Senzo''"Khululeka Yeka Ngiyeza lapho 
Wavala ifoni waya Reception wabuza bamlayela waqonda khona 
Wangena ngaphakathi waya kuyena
Kwenzenjani manje Sthandwa Sami ekhaya ingane bezisenkingeni ngithole 15 missed call YINGAKHO NGOHAMBILE"
Nonzunzo'"Veza ubufakazi ngibone
Nebala waveza wabona wakholwake naye Nonzunzo


Senzo''"Bengingeke ngikushiye mina buka nayi ne ring yothando lwethu awujabule Yini?
Nonzunzo:"Ngi happy nami 
Senzo''"Kwenzekeni walana
Wachaza konke okwenzekile wathuka kakhulu uSenzo Uma ezwa lokho Walala eduze kwakhe bakhala bobabili babukana"
Nonzunzo:"Bengithi usungulahlile awusangifuni ngoba uSithole igugu Lami?
Senzo'"Kanti Akunjalo uyezwa
Time up 
Nonzunzo'"Ufike later nawe oe kodwake uhambe kahle 
SENZO:"Kulungile Usale kahle take of your self. Waphuma wabheke ngasemnyango wambuka  ngamehlo anyanyayo kodwa waziqinisa ukuze engaboni Nonzunzo"
MAZAKWE
Kuzomele ngiye khona Noma selishonile illanga ungijwayele kabi Senzo enganeni yami pho ngoba Yini yena?
Nebala waqonda khona washaya bell kwaze Nolwazi EGIJIMA ezitshela ukuba ubaba wakhe


NOLWAZI'"You again kwenzenjani?
MAZAKWE'"Uphi ubaba wakho wena 
NOLWAZI:"Ungalinge uthi wena Kimi kikithi Lana suyezwana Phuma futhi ubaba akekho 
MAZAKWE'"Ngizomlinda Khululeka 
NOLWAZI:"Iscefe sakho mfazi omnyama
MAZAKWE':"Uthini Kimi wena Usangene nemicondo
Kwenzenjani kwami kusho izwi Lika Senzo ELUNGUZA ngewindi emontweni
MAZAKWE':"Yewena mfana ulala nengane yami 
SENZO:"Musa ukungijwayela kabi wena 
Wehla emontweni wambamba ngama washingi mfazi uza kwami namanga Ngobani Yini niyenzeni imali yami nendoda yakho?
MAZAKWE':"Unamanga wena ngizokubophisa
SENZO:"Go upstairs Nolwazi please
Kulungile Baba wahamba basala baxabana eside isikhathi ngangakuba Waze wayamshaya lomfazi wagcina ehambile"
MAZAKWE':"Ushaya mina wena Ngobani Yini vele buka nje Ngilapha ngizokwazi ukuba ngizokubophisa ukuthi ubulala nami ngisasebenza Lana"
Senzo''ufuna ngikuphinde Yini ukuthi awuwona ushuni wami ngihamba nengane yakho efresh ENGIMTHANDAYO hhay wena Salukazi ngodla mother and daughter"
MAZAKWE''"isalukazi umama wakho wena  Usangifuna vele
SENZO:"Sengakudela nawe wangivulela kakhulu ngaze ngadela"


Wakhala islilo Uma ezwa lokho uMazakwe wakhala ebheke Kubo kwakhe 
Yooooh mmmmh mmmmh yaze yangithuka ingane wemalo Habe ngenzeni ngoba Islima ezweni
Wakhala Waze waqhuzuka uthe vuka nangu Mthethwa emalandela woma qheqe"
Mthethwa'"ungabe usangishiya ukuze ungichazele ngane ngizwe kahle kodwa wena no SENZO kanjani wabamba ikhanda Sies mani
Iyaqhubeka
Please like comments and share

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !