ðŸ˜ðŸ’” UMFUNDISI WEZIMANGA I 💔ðŸ˜
ISIQEPHU 14
Bamphuthumisa esibhedlela masinyane u Nonzunzo ngoba esesimeni esibi kakhulu"
Wafika khona wanganiswa ngaphakathi bambheke bathola ukuba igazi liphume kakhulu ingakho ephelelwe amandla nje akukho okutheni uzokuba right Khululekani"
Bajabula abantu base Restaurant Uma bezwa elokuthi Uzolulama kungekudala oyedwa wabo wathatha ifoni yakhe wabheke igama Noma iliphi elithi mama Noma Baba ukuze Baze ngengane yabo esibhedlela"
Nebala bathola ebhalwe ukuthi mama bamfonela wayibamba masinyane banika doctor ukuze kube Uyena ozobeka kahle ngalengane"
Doctor:"Hey mama I am calling you from hospital
Mazakwe'"Angifundile wengane yami khuluma isizulu"
Doctor',Unjani mama ingane yakho isesibhedlela Edington phuthuma khona
MAZAKWE'"ingane yami yiphi yona leyo?
Bavala ifoni yabo wasala ebambe umlomo WAQALAZA ukuthi ungaphi uMthethwa ukuze ehambe eye enganeni yakhe ngoba vele Uma eke wamtshela kosuka uthuli olukhulu kakhulu"
Wabona imonto ingekho egcekeni wabamba uvalo wangene endlini wagqoka wamisa tax wabheka khona esibhedlela ukuze ezwe kahle ukuthi kwenzekeni ngengane yakhe ngoba ilaphana"
THOBEKA
MMMMH SISI WAMI CHA NAMHLANJE SIDLE KAHLE CHA UYAKUTHANDA BO UZIMPI
Akhona:"Khohlwa Indaba Ka Zimpi namhlanje siyabhala ipaper lokuqala empilweni yethu kuzomele siliphase njamalengiso sijabulise Abazali bethu"
Thobeka"Uqinisile yazi kodwa phela ngeke sihlala singakhulumi ngaye ubonile Kubo bahluleke nokuzibamba ipaper soliphasa kahle kakhulu futhi Ungakhathazeki ngalo"
Akhona:"kunconoke ngoba uzobhala into ekhona bengitshelwa uwena ezinsukwini ukuthi angiyeke abafana ukuze siphile kahle wena uloohu ukhuluma NGO ZIMPI"
Thobeka'"Kunjalo angalanga lutho mina sis Kulungile asibheke ukuba bathini abanye nge paper esizolibhala
Bahamba wezwa ngesandla esimbambayo uAkhona waphenduka wabheka"
ZIMPI:"All the best my love
Wachobozela wabheka phansi ngoba enamahloni
Akhona'"And you too
Wahleka u_Zimpi wayeka isandla Bahamba Baya kwabanye abafundi
Thobeka'"Mmmh Sisi Waze wajabula Bo ngokufiselwa nawe fisela minake
AKHONA'"All the best my sister ubhala kahle
Thobeka'"Thank you so much vele English ilula plus u paper 3 ubala lolo
Akhona '"Alright
NOLWAZI
BABA UYABHALA PHELA NAMHLANJE UKWANDA ESIKOLENI KUMELE EBE KHONA
SENZO:"Ngiyakwazi lokho ngane yami uzohamba vele sisalinda udokotela ukuba uthini yena ngalokho"
Nebala waqhamuka udokotela wabachazela ukuba cishe wonakala uqhoqho wakhe wona ulimele kodwa hhay kakhulu
SENZO'"Siyabonga ukuzwa lokho kodwake wenza UMATRIC yazi plus namhlanje UYABHALA Senzenjani
Doctor'"Akunankinga ipaper lakhe kuzomele uyolilanda ngoba ngeke ekwaze ukuphuma namhlanje "
SENZO:'Kulungile ngizolilanda manje asambeni Nolwazi ukuze Usale ekhaya
NOLWAZI:"Baba ngeke nami ngiyise esikoleni umama Uma esibamba minake?
Senzo'"hau ngane yami ngeke uhlala Nomama wakhe uzonakwa imina Kusukela manje Ngicela ungilalele?
NOLWAZI'"Kulungile Baba Baba usheshe ubuyeke
Bangena emontweni baheke ekhaya Kubo wabushoya Nolwazi wahamba waya esikoleni sika Kwanda wayoceka ipaper Nebala bavuma"
MAZAKWE
Wafika esibhedlela esejulukile wangene engeneni yakhe wayifica ikhala kakhulu inyembezi ziphumelela emaceleni ilele ibheke phezulu"
Nonzunzo"Mama mama ngaze ngazisola emhlabeni
MAZAKWE'"Kwenzekeni wabekwa kwabakhulelwe pho?
Nonzunzo'*Mhlampe bese kuphuthuma mama ngaze ngaba Islima izolo"
MAZAKWE'"Kwenzekeni ngane yami khuluma nami ngilalele
Nonzunzo:"Mama izolo ngihlangane nomuntu ngamthanda ngenhliziyo yami yonke Waze wangi proposal e restaurant izolo ngajabula nami"
MAZAKWE:"Hau Engani wena ubulele ekhaya uhambe nini ngempela uthandana nomuntu kanjani ngoba ubaba wakho washo ukuba wena ngoba uyingane yomfundisi kuzomele ukhethwe umuntu obusayo nonemali phoke wenzeni manje?
Nonzunzo'"Ngiyaxolisa mama ulalile nami kumanje wavuka wangishaya kanjalo ngibuhlungu mama kakhulu"
Nonzunzo'"Hawe Jehova ngizwana ngamadlebe ami Owakuphi loyomfana ngimbulale ngezami Izandla"
Nonzunzo:"Ngiyaxolisa mama
MAZAKWE:"UYABHALA wena namhlanje ulibele abafana Lana Usangene ekhanda lakho ngemoelay ngithini kubaba wakho ngalento uzothini yena?
Nonzunzo'"Mama ngicela ungithembise ukuthi ngeke umtshele ubaba lento ngake ngifike kuyena Ngiyacela mama
MAZAKWE'"Ngithi ngikuphi Uma efona Musa ukungenza umama ongafundisi Waze wangihlaza ngane yami ngizwa ngilulazekile emhlabeni"
Nonzunzo'"Ngiyaxolisa mama ngalokho nami angimazi nokuthi owakabani kodwa kuthiwe uSenzo
MAZAKWE'"Senzo wakuphi khumbula kahle
Wajuluka Uma ezwa elika Senzoh ukuba ngabe ilona akayesebenza kuyena kungaba nzima kakhulu Habe wakhipha amehlo ngaphandle"
Nonzunzo:"Mama uyaphi kwenzenjani
Waphuma ngimnyanya ehambe esula ubuso
AKHONA
MMMH KWAZE KWAMNANDI EZWENI IPAPER ELILULA KANJENA NGIYALIQALA
BAJABULA BONKE KANJALO NO THOBEKA WAJABULA KAKHULU BAHAGANA NO AKHONA KWAFIKA NO ZIMPI BAHAGANA WAFONSA Akhona eceleni"
ZIMPI'"Thanks bengithi Uzothi linzima my love
Akhona:"Cha belinganzima
ZIMPI:"Mmmh ngicela uhuy yami nami?
Wamhaga kuqala engakavumi wamqabula ishlathi qede wabaleka
Akhona:"Hawe mah Wenzani wena Zimpi WAMOYIZELA"
Thobeka'"Ngaze ngajabula yazi sisi wami Nomama bazojabula ukuzwa lezindaba ezimnandi
Zimnandi Ngempela sisi besho beyophuma ngesango
Wababuka Zimpi bejabula wajabula naye Uma ebona bejabule kanjena namhlanje
MTHETHWA
USIKAPHI WENA KININI UHAMBILE LANA USWENKILE USUYAJOLA YINI?
MAZAKWE'"NgisuKA etOwn Baba Kwenzenjani?
Mthethwa:"Yewena wanuka kahle kanje Usuyajola Yini nengane yakho ayikho selokhu sizibuyile zonke yona lutho"
MAZAKWE'"Ngiyazelaphi ngoba bengingekho mina manje why uthi ngiyajola Ukuthathaphi lokho
Mthethwa'"Woza Lana wena Usuyajola ngempela Yini Noma wenza mina isilima esmho emdonsa eya naye endlini"
MAZAKWE:"Ngiyeke Baba Ungalinge wenze loyonto Kimi
Mthethwa:"Ngifuna ukuzwa ukuba Awukaze Yini ulale
Wamkhumula kabuhlungu walala naye ngenkani kabuhlungu futhi
Qede wahamba enyanyile waya ekameleni Lika Nonzunzo ukuze embone Uma esebuya
Mthethwa'"Ngaze nganyanya namhlanje lomfazi useyajola kanjani nje?
Unamanga UZONGITHOLA KAHLE lendoda yakhe ngizombheka njalo Uma ebuya ngingadla abafazi abanganeliseki"
nxaaa
Iyaqhubeka
Please like comments and share