Ngashada Ngabizwa Ngenyumba Emzini 💔
ISIQEPHU 11
KUSEBUKU MANJE NJENGOBA USANDILE NOTHILE BESAXOSAXA NGOMA ZULU LONA ASEBEMTHUKE WAKHALA IGCWEKE LONKE"
Sandile:"Kodwa naye bakithi usengaze engageze kunini ngimbiza Ku shower ngithi asigeza phela kodwa engafuni angazi ngempela ngenzenjani ngalento mina kubuhlungu ngoba ngangimthanda kodwa manje seluphelile uthando lwakhe Kumina sengiyazenzisa"
Nothile:"Cha nami lingapheli nguwena into EVUNA ekuseni ne kaizer chips yamazinyo nawe uqabule kodwa mtaka mama ungiphoxela, umama wasifundisa thina ubunono nenhlanzeko kodwa wena uganwa umadakeni?
Sandile:"Kodwa ngangazi ngani Sisi wami phela umuntu wenza engathi u clean Uma usamshela kodwa ekugcineni uphendula igxabha egcope njengengulube uqobo lwayo"
Nothile:"Futhike kuba njalo bhuti wami kodwa endlini yakhe Kunjani khona umbhede wona impahal zakho ziya ayinwa Uma uya emsebenzini"
Sandile:"uyeke leyo ekugcineni kophuma ibhungulu uqobo LWAZO Uma kunjeyana ngiyasaba into elaphana siyalala ngoba sashada, asambeni manje solala ngoba lomfazi ubamga isidina uyakhala ngathi imbuzi ezalayo"
Nothile:"Kodwa bhuti UNGENELWE YINI ngempela namhlanje ngeke ihlaya izinto zakho vele "
Sandile:'Mina ngiyinono Sisi ungibuka nje angeke ulokhu ungishalazela manje yena Uma exova u flour ugcwala ikhishi lonke kanti mina ngangenzeni UNkulunkulu eze engipha lomfazi onjena"
Bedonsane bebheke indlini zabo zokulala ukuze bephumule kunini ngempela bekhuluma
Nothile:"Ulale kahle bhuti wami kodwa wena ungoshayiwe kumfazi wakho Uma kunjena?
Sandile:"Yazi washo into ngisayolala endlini kamama vele inamakamela amabili"
behagaba bengene nomunye engene ekameleni belale sebekhathele bakithi lapho izinto abazigqkile sezigcolile"
Nothile:"Mmmh ngaze ngadelela namhlanje ngeke mina uzongibulala u baby Samkelo no no o bbe ngithini vele umithisile loyo ngaphandle inja engakonkothi Mxm angizilale ngikhohlwe usizo lwezinto engingazazi ukuba zifunani empilweni"
Kodwa yena emuhle kanjena engadlala leyanto ngempela phela u Enhle ulingane Nomama ongizalayo bhuti awuboni kanjalo"
Vele amakamela asondele abhekene futhi
Sandile:"Lala manje sikhohlwe Inhlaya zethu kodwa umama why engasisingathi esinike abantu abaziyo ngempilo Sisi wami nabazithandayo"
Nothile:'Wena unikwe inuku mina isife.....e cha ngeke mina umama akabuye simthune kabusha ukuze ebe idlozi elihle kuthina
Sandile:"Uqinisile mhlampe ugcindezelwe amatshe kuzomela ngimfakele itshe epithengwayo ukuze elethe inhlanhla phakathi kwethu nawe uthole abantwana"
Bekhuluma beze bezumeke
MAZULU
ELUNGUZE EZWA UMSINDO UNGASEKHO EGCEKENI EJABULE UKUBA ICEBO LAKHE LIZOSEBENZA MANJE NGENDLELA EBECABANGE NGAYO
EBILISE AMANZI NGEKETELE EPHUME EYE ENDLINI KAMAMEZALA WAKHE LAPHO BALELEL KHONA, UKUYOBABHEKA EBATHOLE BELELE EHLEKE YEDWA"
SEKUYITHUBA LAMI MANJE LOKUTHI NGIQEDE NGAWE KUNINI NINGITHUKA NIBUKISA NGAMI EBANTWINI,NGIMBULE UNOTHILE INGUBO ESALE ENGAGQOKILE MASE NGIPHINDELA EKHISHINI NGILANDE IKETELE LAMANZI ABILAYO"
NGIBONE NGESITHUNZI ESIDLULAYO NGIQALAZE MXM INKOMO ENGITHUSAYO
SAMKELO
Mmmh angihambanga ngoba lomama USHILO Kimi ukuba Uma ngingahambi no Nothile uzombulala ngihlale Baze Balalaa ngangena nami kodwake cishe wangibamba"
Ngiye ekameleni Lika Nothile ngiye ikameleni ngibambe ngimvale umlomo ngiye naye ebathroom sicashe khona ukuze lomama ethele into engekho nomlomo wakhe ngiwuvalile Nothile ulele kodwa ngimyekele ngithathe ifoni yami ngenze video ukuze ebona yonke into uNothile ngalomama okhohlakele kanjena"
Mazulu:"Ngithathe kahle iketela ngiye nalo ekameleni lakhe ngifike usegubazele vele ishidi lento akambathe ngayo Ngimthele ngasekhanda qede ngiphuma ngejubane ngolala ngeke phela ngingaze ngiboshwele into engekho Lana okukabani ukuhlala ejele"
Ngilinde kancaje uyasha lapho ekhona ngeke ngidlale yena mina ngicikice amehlo lawa asefuna ukubanjwa Ubuthongo kanjani ngingakezwa ekhala Lona losathane"
Buthi lele Ubuthongo elale ezumeke engathi ushayiwe wze enabise imilenze"
SAMKELO:"Ngilunguze nami akekho lapho ebekhona nombhede umanzi impela ukuba ebekhona uNothile ngabe akakho Noma amehlo aqhumile uqobo lwayo
Lomama Ngimyasaba engabulala umuntu ephila qede emudle
Ngithathe uNothile ngimdonse ngibeke emahlombe ngiphume naye ngesango ngifonele Lefa ukuba akasihlangabeze Lana ngakubo Ka Nothile ngafa ukusindwa"
Lapho sengikhathele Ini Ngiyasaba nami kumnyama Uma sihlangana nesipoki sokwenza njani ngempela Ngingedwa phela noNothile ulele
Ngibone ngemonto ikhanyisa ama light ngijabule kushuthi uLefa engibambise simfaka Nothile emontweni sihambe sibheke ekhaya lapho balele Nkosi simise imonto
Lefa:"Mana ngikubambise simfake ekameleni levakashi ulele udakwe uyafa ngiyaqala ukubona uMakoti ekulesimo esinjena empilweni yakhe kushuthi nimhlukumeze kakhulu Samkelo
Samkelo:"Nami ngiyazisola impela ukuba ngilingwe Yini ngalento Ka Enhle awuyimbheke ukuba akasibonanga Yini Siza Lana?
Lefa:"Ok ngiye khona Ngilungise ngomnyango awuvaliwe nkosiyami esukume ngizame ukubaleka engibambe wenzani ngiyeke wena"
Enhle:"Mncwaaa Mncwaaa sthandwa Sami Awusemuhle bakithi kade uhambile Samkelo ubuyephi ungishiya Lana ngedwa?
Lefa:"Usangene wena angiyena Samkelo mina Lefa Lefa Lefa
Enhle:"Mxm ufunani wena sthingithingi sendoda ngingagqokile suka Lana uyeke ukungicasulwa mxm mxm
LEFA'"Kancane nje ngibe nawe mina ngiyacela phela evale umnyango lapho ngavele ngazizwa sengisemathandweni naye njani mina Ngithinte ubuso ngizohlala Lana emnyango uyoze evule impela ngeke ngidlale yena I love her so much
EHLALe PHANSI KUZE KUSE ELELE KHONA
MAGABELA
NGIPHAPHAMA EKUSENI KUMELE NGOVUSA LOMAKOTI EKHIFE MASE EQABULA SAMKELO SENGIKHOHLIWE NOKUTHI UKISS WOKUQALA IWONA OZOSEBENZA KAKHULU KUMIZWA KA Samkelo"
Ngimangale Uma ngibona uLefa eLELE emnyango Ka Enhle ngane YAMI kwenzekeni kuyena ngimdonse ngesandla ufunani wena Lana kumakoti kamfoweni?
Lefa:"Mama ngiyamthanda mina ngenhliziyo yami yonke ngingaxosha Noma ini ekhona empilweni yami just ukuba naye nje"
MAGABELA:"Kuphambene izinto Lana nganze ngazisola niqabulene Yini nalo Enhle?
Lefa:"Mama Vula umnyango ephuma ezolala Lana esifubeni Sami Ngiyacela mama wami ongithandayo
MAGABELA:"Wena ufuna impama ngomfake esihlathini suka Lana eduze kwami ungaze unginyanyise Vula Lana Wena Enhle uyeke ukusangana name umdala kanjena"
Enhle:"Owami umsindo ekuseni mama wena uselana kwenzeke iphutja waqabuleka ngenxa yokuthi uze Lana endlini yami bengitshela ukuba USamkelo ngamuxosha kodwa yena uselana"
MAGABELA:"Phinde esuke eduze kwakho ngoyothathaphi mina imali ezosusaye lento kumfana wami ngoba phela inkomo"
Enhle:"Iphutha lakho lonke leli vele siyalingana naye kushuthi sengoshada nayeke vele USamkelo akanginakile"
MAGABELA:"Uke uzame ukwenze lokho uzongithola kahle mina angibhenywa ngingansangu wena asambeni ngimdonse kumele ube sesikoleni uke Uphinde uyena Ku Enhle uzongibona ukuba ngifana Nobani uyezwa Yini?
Lefa:"Yebo mama ngigeze ngiye esikoleni kodwa inhliziyo yami iku Enhle
MASIKHAKHANE
NGIFIKA EKHAYA NKUTHI ANGIKHALE INKOSI IMPELA KODWA PENGANE ISENZANI VELE ISIBUKISA NEZWE NGOMBUKELWA UBANI Magabela?
XABA:"kwenzenjani mkami wabuya unjena uhambe ujabule
MASIKHAKHANE:"Woza Lana Wena Zanele ubani umfana othathe ubuntombi bakho?
XABA:"Ngijuluke ini Zanele wena kwathathwa ubuntombi bakho?
MASIKHAKHANE:"Yebo akaseyona intombi Baba?
XABA:"Buthathwe ubani Khuluma ungaze uthole lesiswebhu manje
Zanele:"Joe
MASIKHAKHANE:"Lona ophoxe uNontoh Usangene wena ekhanda lakho nabangani nje nilala nomuntu oyedwa asambeni siyeni khona ukuze esibone kahle lona thatha Lana Wena ungenza isilima sakho"
Zanele:"Mama Ngiyaxolisa uyangilimaza buka sengiphuma igazi wena washawa ubani Ngenkathi ubaba ethatha obakho ubuntombi hlukana nami phansi nangu Lona ekubeni nyw edlula Lana "
Futhi uzophoxela Uma uthola ukuba ubani othathe ubuntombi bami sino Nontoh sibize inkosi ukuze zovela iqiniso ngathi ukuze Sithole justice 🙏
Iyaqhubeka
2likwa:100 comments and 20 Share