Ngashada Ngabizwa Ngenyumba Emzini ISIQEPHU 10 Magabela

FInTech
0

Ngashada Ngabizwa Ngenyumba Emzini
ISIQEPHU 10
Magabela



Woza Lana ngane yami usevukile uMakoti Noma usalele wenze isiqiniseko ukuba uyadla Uma evuka phela uthwele indlalifa yaleyikhaya"
Nontoh:"Ngeke mina ngiyenze leyonto  ngoba ngithi  ngincengane kuyena Habe wena ngoba umngani wakho menzele sibone ukuba Ngekeni ekwenze islima sakhe njengami ekugcineni"


Magabela:"Suka Lana wazini akukho Joe Lana ozokulahla ngecala Angikhohliwe ukuba Wenzani ungithele ngehlazo ngane"
Nontoh:"What ever ngihambele mina ngiye esitolo ngoshawa umoya kunini ngivukile Ngisebenza sekumele ngiphakela Enhle mina ngoba eyekuphi washesha wabuya uzoqhotha Lana kimi"
Magabela:"Koti usalele Yini ngikulethele ukudla kwakho kwasemini ukuze kukhulu umzukulu wami ngaphakathi kwakho"
Enhle:"Isicefe esingaka mama  kusa kodwa ke Kulungile ngena ukuze ngidle ube undlula nazi ingubo zami zokulala"


Magebela:"Uyabonake lokho uyokwenzela unyoka ngeke mina weee maye ungamane ubuyise ukudla kwami Uma usuzlngenza isilima"
ENHLE:"Ok Kulungile Letha ngithathe ukudla kwami ngidle uyangibuka woza nendaba ngilalele ngoba ungibukela lokho"
Magabela:"Ngisuka Ku gobela sisi unginike nawu umuthi wokuthandwa indoda uyayibona eyami izwa mina Uma ngithi iyenza ilomuthi cabanga'
Enhle:"Nazoke ingakho ngikuthanda mina  sthandwa samamezala ngoba uyangicabangela ufuna ngithandwe"
Awushoke wenziwa kanjani lomuthi usezoba ngowami manje umtanakho Samkelo"


Magebela:"Uphethe mina manje ngane yami ngeke ngokuyeke uhlupheka ekubeni uphethe Indlalifa yakhe Lana kumele kube Uyena Indoda yakho forever kusukela manje  kumele siqala NGO Samkelo then siyisa uNothile kwagoqa nyawo ekugcineni"
Enhle:"Nazoke mama wami chaza kahle uyoze efike Lana uSamkelo"
Magebela:"Njalo emanzini akho wokugeza ufaka lomuthi ubiza igama lakhe okunye njalo ekuseni uyakhofa lingakaphimi ilanga for 5 days"
Okugcina Uma efika mbingelele NGO kiss wakho kodwa ufake lomuntu ngaphansi kolimi lwakho umagoqake lokhu Uma wenze njalo uyozwa Noma ngane ukuphi Uma ukhipha igama lakhe"
Enhle:'Nazoke MAMA ngaze ngabonga mina ukuba nawe empilweni yami kuyabusisa ukuthola  umfazi onesibindi njengawe"
Magebela:"Nazoke Usale kahle
ZANELE


SEKUFIKE WONKE UMUNTU MANJE EMUHLOLWENI UVALO KU ZANELE KUTHI AKAZICHAMELE MANJE NGALENTO AKAYENZILE NO JOE"
MASIKHAKHANE:"woza nonke zintombi nozohlolwa esizomthola engayona intombi kuzomele eyolanda inkomo kamfana obuthathile  yokugeza intombi suyezwana
Zanele:"Ngizwe umchama useduze ngiqinisele ukuze ngizwe yonke into eshiwoyo mhlampe ngisangabaleka"
Kufike lomama ohlolana kabuhlungu uvalo kimina ezihlole zonke intombi kuze kufike elami ithuba"
MASIKHAKHANE:"Ila ngihlola intombi yami manje sengikhathele azabantu ingane, ngimhlole maye ngibonani ngamehlo Ami kuphelile ngangane yami sukuma manje uyintombi ngimfake ichashaza"
Madlala:"Mani woooo Awukwazi ukuzihlolela ingane yakho mama nami eyami ihlolwe uwena angini sina mi ithuba Lami lokuhlola Eyakho"


Masikhakhane:"Uselungile Lona  umsulwa Noma ungazama kodwa sengibheke konke kuyena kuphelele"
Madlala:"Ngibambe ngimlalise phansi maye  Yini Lena oze nayo Lana masikhakhane uqambelani amanga ngengane kungangena isandla Sami sonke hau amanyala eninyawo ayanyisa Sisi Mani"
Masikhakhane:"Ungiphoxelani manje ngane yami sengibukiswa nezwa ngenxa yakho nokungazazi ufunani ubani umfana owenzenjena kuwena?
Zanele:"Ngiphuma ngejubane ngiqonde ekhaya ngeke ngisho lana kumele kwazi UJoe kuqala  ukuze eyilungise"
Madlala:"Kusasa lokhu okusayo sifuna inkomo yezintombi Masikhakhane sizobe sesilapho ekuseni,akufanani nawe lento unengane esinjena ekubeni ezabantu ukukhuluma kabi kanjena ngazo"
NOTHILE
KUSEMINI UNOTHILE NOMFOWABO BAYANCEBELEKA LONKE IDOLOBHA BEDLA ICE CREAM BEHAGENE UNGAFUNI UKUBA ITHANDANI UQOBO LWAZO


SANDILE:"Sisi wami asambe manje sodla ESpur ukuze ujabule okugcina kunini sintanta Lana sincebeleka phela usegqoke kahle Nothile impahla zenani eliphezulu ungafunda ukuba ufundile Uma enjena Noma isifundiswa"
Phela bangene nase Truthworth bacoshacosha okuyimpahla zakhe Nothile ukuze Eli enjoy lolusuku namhlanje nobhuti wakhe emuhle"
Badla ke bejabule nabantu bebonela ukuthi cha bayazwana labantu indlela abanzwana ngayo uyabona ukuba akuzona ithandana kodwa ukuzwana nokukhonzayo as sibling"
Behleke bexoxa Indaba zakudlala ubona ukuba bakhululekile ngaphakathi enhliziyweni abafune kuphazamiswa ilutho"
Nothile:"Cha bhuti wami ngilujabulele lolusuku ngenxa yakho namhlanje engathi kungavuleka konke okubekelwe wena nabazali bethu besivikele kikho konke okubi nasetheni zethu besihlenge"
Sandile:"Uzongikhalisa manje Sisi wami ngendlela osusho ngayo umfazi wami Akaze nangelilodwa usuku engincome Noma esho into enhle Kimi Kwaphela imali ehamba phambili"


Nothile'"Siyafana nesthandwa Sami nami kuka ncane USamkelo ebone into enhle Kimi kodwa uyangithanda yena"
SANDILE:"Ake sikhohlwe Ilaba sinake okwethu ukuze sijabule bamba Lana uphuze ucimeze uvale namehlo"
Nothile:"We Jesu buyangihlula utshwala  ngoba ngikhuluma kangaka Uma ssbungenile egazini"
Sandile:"Kancane nje Sisi ukuze ungalokhu ucabanga uzinto eziningi namhLanje loyamfazi esiya kuyena into azosithuka yona ungabinankinga umhleke nje ngoba yey sisayothukwa laphana ngathi ukufunda phansi"
Nothile:"Ngiphuze 3 amathotho  ngiyeke yoooh ngizwa umzimba uyashisa manje 
Sandile:"Ngishaye 4 wonke ngiwuqede sithenge okwengane nokomfazi ukuze Bengalwi nathi masifuka ekhaya"
Nothile:*Khona uqinisile


Bengene ngaphakathi emontweni behambe bebheke  ekhaya ukuze beyolala usuku lwabo lube kude kakhulu namhlanje"
Befike ekhaya Kubo baphele inkani emangele nje uNothile ebona Samkelo Kubo"
Nothile:"Ufunani wena Lana awudeli ukumithisa lesigogwana sakho semibimbi eminde ngathi igalikuni"
Samkelo:"Uphuzile wena Namhlanje kanjani Sandile UMENZENI UMFAZI WAMI NGEMPELA KUMANJE akangihloniphi kuyaqala lokhu"
Nothile:"Mina ngiphuze umthetho wakho kuphuza mina  kudakwa wena"
Samkelo:"Ngiyacela ubuye ekhaya sthandwa Sami ngonile kakhulu kweyakho impilo uyazi ngithanda wena wedwa futhi manje lento oyenzayo noyishoyo ingiphatha kabi kodwa shono noma Ini Uma usangithanda mina kuphelelisiwe  buya ekhaya sthandwa sami please"
Nothile:"Wena ekhanda lakho kugcwele Umsangano ukuba uyindoda eqavile Lana ekhanda lakho ngabe mina nawe sinengane manje UMITHISA ngaphandle ngikhona ungenza isilima mina ngihlezi Lana ngilindile wena uyadla uyasutha umthetho wakho UNGENELWE YINI angimazi USamkelo osanganiswa isalukazi mina?
Samkelo:"Ngiyaxolisa ngangichitha usuku mina nizilambele nami"
Nothile:"Pho Uma ulambile awubizi ngani mina ngizokusiza kunokubiza leyangane emnyama embi ngathi idayisa netimbili wena uyibuka kanjeni into enjena"


Samkelo:"Sangene wena mina Nothile uyehla uyenyuka Lana Kimi uyangithuka ngikwenzeni ngoba ngiyazithoba wena uyangithuka ngiyahamba manje mina"
KUPHUMA Mazulu endlini ngabe uzothini lomfazi ohlambalaza kanjena"
MAZULU
WENA NOTHILE INDODA YAKHO INGAHAMBA KANJANI NGAPHANDLE KWAKHO YEKA EYAMI KWAZI BANI MHLAMPE ULALA NAYO NJE"
NOTHILE:"EKHANDA LAKHO WENA AKUTHATHU KAHLE UBHUTI KUSAMELE ETHOLE UMFAZI OZOHLONIPHA ONGANGENI INDABA ZABANTU  WENA UNGENAPHI PHAKATHI KWAMI NO MYENI WAMI"
MAZULU:"Ungalinge ukhulume nami kanjalo wena sdakwa somfazi wehlule hamba manje nomyeni wakho ungishiye ngokuthula kwami"
Sandile:"Thula wena mfazi Indaba yakho ayikho usahluleka ukunuka kahle unuka ngisho izinqa uqobo lwakho ziyanuka kanti uzozithanda nini Uma ucabanga ngisabathe ngiyazama ukuba indoda akusavumi umkhulu ngapha kwenhla kwekhala kodwa awuxubhi"
Mazulu:"Usho Kimi leyonto myeni wami ngiyanuka mina awusho ngani sonke lesikhathi ulinde udakwe kuqala mase ukhuluma into engekho?
Nothile:"Usukhulume kanjema unjalo awuzithandi bhuti kanti uhlangene nenkinga yomfazi nekhwapha liyasho Ngiyazi"
Bephele ihlaya bobabili beze bebhansane ngezandla
Sandile:"Yewena lapho akakwazi ukuzinaka lomuntu ulenga amabele ngathi inja incelisa abadlwane namaphinifa Anuka ubisi Habe usuke ububekeze phela kodwa mtakamama uze ungalinge wenze leyonto emzini"
Nothile:"Ngeke mina  umfazi wakho usehlule uyanuka kanti kodwa nawe Mazulu awuzithandi ngani ungaze utshelwe Indoda kanjena emini kabha?


Mazulu:"Awe awe nayi Indoda inguthuka ithi angigezi mina isichitho esifikile nosisi wakhe lesi ngeke Kusukela nini esho njena Kimi uSandile?
Ekhale kakhulu ebambelele esihlathini kwehla inyembezi ngapha ucabanga icelo akazolenza kulabantu bobabili elibuhlungu futhi"
Iyaqhubeka
2k likes.200 comments.10.share

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !