ISOKA LAMI😊 P5
nangampela avume u Zondi ukuhamba no Mchunu beyophuza baphuza baqeda bayogibela emotweni bahamba bathe besendleleni umchunu wacisha ukwenza ingozi wamisa imoto yama nale acishe wayishayisa"Kodwa anisabona nala eniy khona Yini bandla bo baba njengoba senicishe nangishayisa nje Kusho umamthembu phela umchunu ucishe washiyisana no mamthembu umaka Buhle
"Hau syaxolisa mama Kube iphutha kodwa asbonge ngoba asikushayisanga Kusho umchunu
"Kodwa umama omuhle kangaka onolaka olungaka Yini Bo Kusho uzondi
"Ngeke ngingabi no Laka nicishe nangibulala Kusho umamthembu
"Ngicela ungiphe inamba yakho kuze ngizokufonela khona sokwazi nokuxolisa Kahle Kusho uzondi nangampela umamthembu amnike inamba yakhe uzondi abonge bangene emotweni bahamba
"Usuzoyenzanike inamba ka lomama mft ngoba Wena ushadile unomfazi kubuza umchunu
"Ayyyy phela Wena Mchunu isthumbu Kanti esani Nawe umbonile lowa mama ukuth unjn Kanti futh kade ngangimfuna bo sekusize Kona nje ukuth sihlangane naye Kusho uzondi
"Ayyyy asazi we Zondi Kusho umchunu emisa imoto njengoba sekumele adilike uzondi
Nangampela adilike aye endlini uzondi afice umkakhe Kanti untombenhle yena wayesekamereni lakhe efunda
"Hau baba Kade ngikulindile ngithi uyangena uyangena lutho Kusho umazondi ngomoya ophansi
"Konje ngihambe nani eyakho nje mfazi ungilinde Nani kubuza uzondi edlula eqonde ekameren
"Hau baba ukudla Kusho umazondi ememez
"Angikufuni lokhokudla ngidlile la engiphuma khona inyama futh Kusho uzondi eziphosa embhedeni elala
Uthe umazondi meya ekamereni wamfica eselele uzondi naye wafika wangena engubeni walala kwasa ekuseni wavuka umazondi njengoba kuwumgqibelo nje wageza wapheka umdokwe wavuka no Ntombenhle wageza wayohlala phansi wadla kwaqhamuka uzondi ezilula
"Mxm umdokwe futh Kusho uzondi enyipha
"Baba ngingakuphakela Nawe udle kubuza untombenhle
"Mawungibhekile ngifanelwe umdokwe mina awungibuke Kahle kuphendula uzondi ngokweyisa
"Hau baba ungasho njalo ingane ikubuza Kahle Kodwa Kusho umazond
Hah
Please React ❤ If You Really Like It.
