ISOKA LAMI 😊 P6
"Ngibuza into yokubuzwa we mfazi manibona mina nicabanga ukuth mina ngingadla lento Kusho uzondi ephendula izitsha ezinomdokwe ka Ntombenhle no Nina echitha
"Hau baba usuwenzani Manje Kusho umazondi"Uyazi baba ukuth lomdokwe owechithayo okukugcina ngci impuphu yokugcina le Kusho untombenhle ecweba emehlweni
"Ngihlanganaphi Pho mina kubuza uzondi esho ephuma ngomnyango ekhipha ifoni yakhe efonela umamthembu
"📱 Umamthembu okhulumayo hello
"📲Sphalaphala unjn ukhuluma no Zondi Lo obehamba nomnganakhe izolo ocishe wakushayesa
"📱Ohhh ngyakhumbul ngyaphila unjn kodwa Wena nondaba
"📲Wangibiza kamnandi Bo ngyaphila nami ngifona nje ngicela ukubuza ukuth ngingakubona Yini kubuza uzondi
"📱Mmmh athi ngibo ehh yah ungangibona ungafika la kwami ngizokuyalela ukuth ikephi Kusho umamthembu
"📲 Okay ngiyezake Manje sokhuluma mangifika Kusho uzondi evala ifoni ebuyela endlini ageze aqede aphume ahambe kanti no Buhle Kanye no Zinhle Baya ka Ntombenhle bayofunda bafike
"Sawubona mAh unjn sicela ukubuza singamthola u Ntombi kubuza uzinhle
"Ntombi Ntombenhle naba abangan bakho bekucela kumemeza umazondi aqhamuke untombenhle ebahaga
"Ninjani sesofundan asingeneni ngaphakathi nangampela bangene baye ekamereni la Ntombenhle
"Hau mngan sengikhohliwe usandile ufonile wathi ucela ngimbhaze bese nginawe Kusho uzinhle
"Ubani usandile Manje maehh kubuza ubuhle ebabuka
"Awume mft ngabafana angithi sizofunda la Kusho untombenhle evula izincwadi zakhe
"Hau bafwt ubani usandile kubuza ubuhle
"Inkosana yase nkandla isisheli sa Ntombenhle emvakokuthi umawakho aseyise izolo kuqhamuke imoto yakhe unkosana futh athi ngimbhaze ngimtshele ukuth senginaye untombenhle
"Heee hamba Ntombenhle bafwt ngicela ukumxolisela umaha bandla Manje Ntombi Kanti Wena uwumfuni Yini loyo Sandile ungiphe yena mina Kusho ubuhle
"Kahle Buhle Kahle nje inkosana ifuna untombenhle ayy Wena Hau Kusho uzinhle ebuka ubuhle uthe qeda Kusho lokho nje yafona inkosana Ntombenhle nangu efona ksho uzinhle
