ISOKA LAMI😊 P4

FInTech
0

 ISOKA LAMI😊 P4



"Ngsafunda mina Indaba zomathandana angizingeni ngifuna ukufunda mina ngakhele uma no baba umuzi umuhle omkhulu ngivuse umuzi wasekhaya ngisebenzele abazali bami ayyyy lombhedo owushoyo
"Ayyyy phela mngan sikhuluma nge Nkosana la Hau Kusho uzinhle
"Angikushiye Zinhle nangu no mAh ephuma endlini kusho untombenhle
"Okay mngani bye mefona usandile ngizokutshela vele ngisazoza la Kini sizofunda Kusho uzinhle be hagana

"Byeiii Kusho untombenhle engena Kubo
"Laze lashisa we mAh uphekeni ngilambe kanje Kusho untombenhle kumawakhe
"Liyashisa mtanami eyyy oooh khona uphuthu ngibe sengikha nemifino ibhuya ngipheke nayo Kusho umazondi
"Ngyabonga mah mmmh angikhumule khona ngizodla Kusho untombenhle
Uzondi usendleleni ebuyela emzini wakhe njengoba ehlangan ne Moto yomnganakhe wakudala abakade bagcinana njengoba umnganakhe Lo ahamba eyosebenz eThekwini
"Ayibo ngibonani ngalawa awami amehlo Kusho u Mchunu ehlisa iwindi lemoto
"Ayibo Mchunu usuhamba ngonyanyavu olunje ayibo mft bakuphethe Kahle eThekwini ehh Kusho uzondi encoma ejabulela umnganakhe
"Bangiphethe Kahle kakhulu Bafo yazi ngifika nje ngithi ngizoza lapha emzini wakho kunodaba ebengifuna silikhulume yazi ungangen emotweni MFT Kusho umchunu
"Hau kulungile ngoba sesibonene nje awusho Yini le obufuna skhulume ngayo kubuza u Zondi

"Ayy ndoda Kahle Kahle Indaba ezimnandi lezi engiphethe bathe emsebenzin mabethi badinga abantu ababili ngacabang Wena MFT angazi noma NGO msumbuluko ungahamba Yini nam syethekwini uyoqal emsebenzin njengoba kulwesihlanu nje namhlanje kusho umchunu
"Kodwa nginganqaba kanjn nje mnganami ngyabonga MFT ngibonga angiqedi kodwa nansi inkinga ngizohlalaph Min lapho ko thekwini kubuza uzondi
"Khululeka Bafo uzohlala emzini wami uze uthole eyakho indawo
"Angazi ukuth ngithini yazi ngyabonga kakhulu MFT wangikhipha ekuhluphekweni Kusho uzondi exhawula umchunu
"Asithi shwi kancane phela sishaye obhiya ababili kodwa ungangiqhathi nomkakho MFT ngizokubuyisa Kusho umchunu ehleka
x
Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !