ISOKA LAMI 😊 P11

FInTech
0

 ISOKA LAMI ðŸ˜Š P11



"Ngicela ukuhamba bandla Kusho untombenhle esuka ngejubane ekhala Kanti uzokhubeka awe kuchitheke no kudla kwakhe bandla


"Bukake Buhle omunye uwile manje ngenxa yakho Kusho uzinhle ebuka ubuhle
"Aybo ungangifaki habe uziwele yena ugijimelani Kusho ubuhle 


"Ayyy Wena awusiye nje umngani nxx yazi nje Kusho uzinhle eya Ku Ntombenhle afice vele u Sandile bese dilikile emotweni eya kuyena bambamba bamfaka emotweni bagibela emotweni bobathathu usandile waqala ezitolo wathengela untombenhle ukudla kwakhe nezinto ezimnandi wabe esemthengela ngamaphilis ezibuhlungu njengoba ethathela no Zinhle no Buhle okwabo ukudla abazokudla manje behamba wafika washiya uzinhle Kubo wasala no Buhle no Ntombenhle emotweni waphinda waqathaza ubuhle wasala no Ntombenhle bahamba Waze wafika ka Ntombenhle


"Ntombenhle ngicela ukhulume nami ntokazi ngabe kukhona okungakuphathi Kahle Khuluma nami noma ilomfana oshiwo umnganakho okuphule inhliziyo
"Cha akho mfana la mina angazani nasimphiwe loyo mina ngiyintombi nje ezithandela ukufunda ngoba ngifuna ukuvusa umuzi wasekhaya ngenze no mama aziqhenye ngami Indaba zabafana nje anginaskhathi sazo Kusho untombenhle ecwebisa
"Mmmh ngiyakuzwa Ntombenhle kodwa bengicela ungiphe ithuba ngikunakekele ngikuphe uthando Kusho unkosani
"Ngisafuna ukufunda mina bandla ngiqhubeke nohambo lwami lezintombi njengoba swngishilo nje ngicela ukuhamba manje Kusho untombenhle


"Ngicela ubambe lanake Nkosazane inkosana inika untombenhle uplastic wakhe 
"Ngiyaxolisa kodwa ngeke ngikwazi ukuwuthatha Kusho untombenhle
"Ngyakucela bandla thatha Ntombenhle Kusho usandile emuncenga 


"Ngizothi nyizithathephi lezinto kumama no baba mina uzongiqhatha nabazali bami 
"Mmmmh ngiyakuzwa kodwa noma ungathi uzinikezwe uthisha wakho okungenani ngyacela bandla kuncenga usandile bangampela asithathe untombenhle avalelise ahambe ayongena endlini yakubo yodaka anikine ikhanda usandile 


"Untombenhle khona okumdlayo kodwa ngizothola ngoba ngizimisele ngaye ake ngihamb

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !