ISOKA LAMI😊 P104
kwakuhle kwakikizwa kwadliwa kwabamnandi kakhulu abathathe izithombe ba post ezinkundleni zokuxhumana Kanti unandi uyibona Yonke lento sekuthi akazibulale ukucikeka wacabanga besandawonye no Sandile wayelokhu ekhuluma yedwa endlini entanta eya le nale
"Mh ngizokwenzanjanike manje nangu usandile bemthatha ngibhekile Kanti futhi nomuth wami awusebenzi manje Phela ngiyazi ukuthi ave enenyanga usandile ngabe kumele ngikhohlwe uyena noma kodwa nhizokwenzani ayy Icebo lozakha Kusho unandi njengoba elokhe eya le nalenanje bagoduka Abantu ephathini basala ontombehle njengoba uzinhle ebambe isandla santombenhle ebuka iring yAkhe esemnweni
"Awu dadewethu usuzongishiya ngampela ngisale ngedwa la nesizungu kodwa ngyakubongela dadewethu nize niphathane Kahle njalo ninosbari wami Kush uzinhle emoyizela
"Kahle Bo Dade usho engathi sengiyahamba Hau sisazohlala njr Nawe ukhumbule ukuthi sisaya enyuvesithi mina Nawe siyohlala ndawonye futhi noma kuthiwa sengiyashanda angisoze ngakukhohlwa Wena ungudadewethu Phela ungakukhohlwa lokho Kush untombenhle njengoba bemoyizela bobabili behagana nje
"Ngyabonga mtanami ngokuziphathatha Kahle kwakho uqhubeke futh uziphathe Kahle uyihloniphe nendoda Nawe Zinhle ngyabonga ukuthi niziphathe Kahle niqhubeke njalo batabami anyway seninezimoto ishdade ngyanibongela kodwake sengicela niqala nihlele umshado wami no nyoko wenu manje ngoba ngenyanga ezayo ngifuna sushaye Kusho uzondi
"Khululeka baba soba phezukwawo ningakhathazeki uzokwenzeka Kusho untombenhle
"Impela nje khululekani Kusho uzinhle behlek bonke endlini kumnandi nje usandile uhleli nabazali bakhe naye no Sanele
"Eyyyy bafo awenze ushade nami ngithathe umfazi wami ngimlethe ekhaya Kusho usanele njengoba behleka bonke nje la
"Yinhle into oyenzile mfan wami yazi ungikhumbuze ngosuku ngangicela unyoko Lo umshado noma ayengimise Kabi nje kodwa kwagcina mina singo Mpongo Phela thina kumele kugcine thina Kusho undlovu ehleka
"Ausuka baba Kahle Bo Hau kusho umandlovu
ISOKA LAMI 😊 P105
"Kodwake ngiyaziqhenya ngani madodana Ami Kusho umandlovu ebabuka
"Syabonga mAh besho bobabili
"Manje Sandile uplanani umshado uzoba Nini kubuza undlovu
"Eyyyy baba ngizolinda kudlule umshado ka baba wakhe ngoba Kade engitshela nje ukuthi basahlela umshado ka baba wakhe Kusho usandile
"Ngyakuzwa Zingelwayo uze umphathe kahleke njalo manishada niya emzini wenu uze ungasikhohlwa singabazali bakho njalo nisivakashele njalo Kusho undlovu
"Ngeke nginikhohlwe ngingakhohlwa konke kodwa nina khohlwani ngohlezi nginikhumbula njalo Kush usandile
"Ngifuna abazukulu nje mina nkosiyami Kusho umandlovu ehleka
"Khululeka mAh uzobathola Kusho usandile ehleka
"Nangu nje mAh uyeza umsukulu wakho Ku Nandi Kusho usanele ehleka
"Ayihlekisi njalo lento oyishoyo we Bafo Kusho usandile ebuka esanele
"Ayyyy angimfuni Kabi loyo kodwa makuthiwa ukhona ngampela umzukulu wami kuyena ngingamthatha nje azohlala nami la ngoba ngeke ingane yomtanami ikhuliswe ileyantombqzqne Kusho umandlovu lapho untombenhle no Zinhle ba busy behla benyuka ngezimoto zabo balungisela umshado wabazali babu abazibekile phansi njengoba seneqedile ukuwulungisela nje
YAPHELA INYANGA NJENGOBA ZIWUSHAYA NJE KAZONDI
usuku lomshado namhlanje kwakukhuhle kakhulu emshadweni bashada Kahle impela Basho nezifungo ukuthi bohlukaniswa ukufa kwakuhle impela nje kwahamba Kahle umangcobo waba u Mrs Zondi ngokuphelele kwakhuhle lwadlula usuku lomshado njengoba untombenhle ehleni no sandile nje endaweni ethuli eshaya umoya omnandi
"Sthandwa Sami kumele ungiphe usuku lomshado manje sishade sibe sobabili emzini wethu Kusho usandile
"Mmmh sthandwa Sami kodwa mina kusamele ngiye evasithi nje kodwa anginankinga masizoshada bese ngyahambake ngyofeza amaphupho ami Kusho untombenhle
"Kodwa babe ngikhona nje mina ngizokunakekela ngikusebenzele Kusho usandile
"Ini sandile ufuna ngibe ihouse wife mina CRC uthini ngephupho lwami ngoba ngifuna ukuyokwenza I acting ngifuna ukuba umlingisi bbe mina into ekade ngangigisa leyo
ISOKA LAMI😊 P106
"Kulungile sthandwa Sami ungahamba uyogeza amaphupho akho kodwa uze uziphathe Kahle ngyakucela Kusho usandile engenamdladla"Ngizoziphatha Kahle sthandwa Sami khululeka ngifuna uziqhunye ngami Kanye no mndeni wami uziqhunye ngami nje Kusho untombenhle
"Kodwa nje eqinisweni sthandwa Sami angineme ngesnqumo sakho mina ukuthi uyolingisa uyoqabulana namanye amadoda laphana ngenze njanike mina abazali bami bathini bona ngoba uyazi ukuthi ekhaya sphila kanjn akukho nje mhlampeke okunye ongakwenza kodwa ayy le acting yakho Kusho usandile
"Awu Kahle Bo sandile mina ngithanda Kona ukulingisa kusukela ngikhula ngisamncane angikwazi ukuthi ngivele ngikuyeke nje kanjalo ngikuthanda impela futh ngyakuhloniph kodwa isnqumo Sona sengisithathile makukuhlula ukuthi wamukele lokhu bona ukuthi wenzanjani Sandile Kanti sekumele ngihambe Kusho untombenhle esukuma ambambe usandile
"Ntombenhle Kahle Bo nami bengineka umbono wokuth lento yokulingisa angithandi bengingaxabani nawe ngicela uhlale phansi njengabantu sebekhulile sixoxisane plz Kusho usandile ebambe untombenhle
"Ngihlale phansi ngilalele Wena ungigxeka ngesinqumo Sami kuyacaca ukuthi soshada bese imizwa Yami ingazwakali la kuwena kuyacaca ukuthi ngeke ngiphile impilo Yami engiyithandayo la sandile Kusho untombenhle ebuka usandile ngamehlo akhanya izinyembezi
"Angishongo njalo mina Ntombenhle yazi Yini Hamba Ntombenhle enza okuthandayo Phila impilo yakho ngendlela ofuna ukuyiphila ngayo uyenze futhi le acting yakho uhambe uyoqabulana namanye amadoda it fine yezwa kulungile Kusho usandile naye ecwebisa amehlo anezinyembezi ngoba ephatheke kabuhlungu ngalento ka ntombenhle wasuka wayongena emotweni wamlandela untombenhle naye wangena yahamba imoto akusekho okhulumisa omunye wahambisa untombenhle Kubo waqeda waya Kubo no sandile untombenhle ungena nje uyabonakala ukuthi akekho Kahle wathi edlula nje edaning wambiza ubaba wakhe wavele waphenduka untombenhle wabuka ubaba wakhe wahluleka ukuzibamba wakhala
