ISOKA LAMI 😊 P91
njengoba bengena bonke la ngaphakathi Njengoba befica untombenhle ekhala Kanye naye usandile ekhala
"Lalelani zingane zami Kusho inyanga njengoba beyibuka inyanga nje bonke "Ntombenhle usandile akazenzanga ukuth ekuzwise ubuhlungu kodwa lentombazane ekade enayo unandi ungisebenzisele umuti ukuthi usandile athatheke mebona Yona Kusho inyanga
" Ngiyakuzwa baba futh ngizozam ukuth ngidlule kuyo Yonke lento ngyamxolela usandile Kusho untombenhle
"Cha ungaziphoqi cc kumele umxolele ngokusenhlizweni yakho Kusho Kanti futh ayikho into esazohlanganisa usandile no Nandi ngoba kwaleyongane athi unayo no Sandile ayikho ayikaze ibekhona futhi ukuth nje yena ufuna usandile back ayyy ngoba kukhona ingane Kanti futh ngyathembisa ukuth akusekho okubi okuzongena phakathi kwenu Kusho inyanga
"Ngiyakuzwa baba usandile ngyamuxolela ngenhliziyo Yami emhlophe ngyamuxolela Kusho untombenhle
"Kodwa Sandile kodwa Sandile ngicela ushintshe ukwenz mfana wami Kusho umandlovu njengoba kuqhamuka udokotela nje
"Ngicela simshiye manje umfana ephumule Kusho udokotela njengoba bephuma nje untombenhle eqabula usandile esiphongweni waphuma bahamba wasala usandile esbhendlela umamthembu uyashizila
ngaphakathi Njengoba eyisgqila sabanye abafazi nje aboshwe nabo la ngaphakathi Njengoba esezace esengange naliti oqobo njengoba ehlezi ecabangana no Buhle nje Phela nabo sebangcatshwa uyulumeni ave ephila kabuhlungu la ngaphakathi umamthembu kubuya konke ayekwenza kuntombenhle emhlukumeza efuna ukumubulala kuze kubulawa umazondi nje kubuya konke lokho and uyazisola ngakho konke njengoba untombenhle efika Kubo neqhamuka ubona imoto emi egcekeni basondele no Zinhle mabenothisa babona nomnyango uvuliwe bama babukana
"Zinhle ngabe ubani Lo ola endlini kubuza untombenhle ngokusaba ekhulumela phansi
"Eyyy angazi nami Ntombenhle senzenjn asambe Lana singaze silimale mtase Kusho uzinhle naye ekhulumela phansi
"Ucabanga ukuth mhlampe umuntu ozoslimaza Lo ongaphakathi mtase kubuza untombenhl
