ISOKA LAMI😊
August 20, 2023
0
Igama Lami ngingu Ntombenhle Zondi lapho ngihlala no mama no baba endaweni yakwa Nongoma ngintombi ehamba Umhlanga ngoba indlela engikhule kwiyona kulendawo bekuhlolwa izintombi Nami ngakhula ngiyithanda lempilo kwagcina sekwiyinto engijwayele impela futh mina nabangani bami siyaziqhenya ngobuntombi bethu sofunda eskoleni esisodwa sobathathu abangan bami kuwu Buhle no Zinhle njengoba ngivuka ekuseni nje ngiya eskoleni njengoba sifunda unatikuletsheni nje Sonke nabangani bami
Tags
